Category: Lithini iBhayibheli

Concordance

  • abathandekayo ezulwini

    Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo abathandekayo ezulwini

    1 kwabaseThesalonika 4 : 13 – 18
    13 Kepha angithandi, bazalwane, ukuba ningabi nakwazi ngabalalayo, ukuze ningadabuki njengabanye abangenathemba.
    14 Ngokuba uma sikholwa ukuthi uJesu wafa wabuye wavuka, ngokunjalo-ke nalabo abalele kuJesu uNkulunkulu uyobaletha kanye naye.
    15 Ngokuba lokhu sikusho kini ngezwi leNkosi ukuthi thina esisekhona esisasele ekufikeni kweNkosi asiyikubandulela abaleleyo.
    16 Ngokuba iNkosi uqobo iyakwehla ezulwini ngokumemeza, ngezwi lengelosi enkulu, nangecilongo likaNkulunkulu, nabafileyo kuKristu bayakuvuka kuqala;
    17 Khona thina esisekhona sisasele siyakuhlwithwa kanye nabo emafwini, sihlangabeze iNkosi emoyeni; kanjalo siyakuba neNkosi njalo.
    18 Ngakho duduzanani ngalawamazwi.

    1 kwabaseKorinte 2 : 9
    9 Kepha kunjengokulotshiweyo ukuthi: “Iso elingakubonanga, nendlebe engakuzwanga, okungangenanga enhliziyweni yomuntu lokho uNkulunkulu akulungisela abamthandayo.

    Johane 3 : 16
    16 Ngokuba uNkulunkulu walithanda izwe kangaka, waze wanikela ngeNdodana yakhe ezelwe yodwa, ukuba yilowo nalowo okholwa yiyo angabhubhi, kodwa abe nokuphila okuphakade.

    2 Samuweli 12 : 23
    23 Kodwa manje usefile, kungani kufanele ngizile ukudla na? ngingambuyisa ngiye kuye, kepha yena akayi kubuyela kimi.

  • Abaqambimanga

    Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Abaqambimanga

    Amahubo 116 : 11
    11 Ngathi ngokuphangisa kwami: Bonke abantu banamanga.

    Johane 8 : 44
    44 Nina ningabakayihlo uSathane, nithanda ukwenza izinkanuko zikayihlo. Yena wayengumbulali wabantu kwasekuqaleni, akemi eqinisweni, ngokuba iqiniso lingekho kuye. Nxa ekhuluma amanga, ukhuluma okungokwakhe, ngokuba ungumqambimanga noyise wawo.

    Johane 8 : 55
    55 Kodwa lina kalimazi; kepha mina ngiyamazi; uma ngithi angimazi, ngiyoba ngumqambimanga njengani; kepha ngiyamazi, ngiyaligcina izwi lakhe.

  • abasha

    Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo abasha

    1 kuThimothewu 4 : 12
    12 Makungabikho-muntu odelela ubusha bakho; kepha yiba yisibonelo kwabakholwayo ngezwi, nangenkambo, nangothando, nangokholo, nangokuhlanzeka.

    Luka 10 : 10 – 13
    10 Empa leha le kena motseng ofe kapa ofe, mme ba sa le amohele, le tswele diterateng tsa wona, le re:
    11 Le lona lerole la motse wa lona le kgomaretseng rona re le hlohlorela hodima lona;
    12 Empa ke re ho lona: Ho tla ba bonolo ho Sodoma ka tsatsi leo, ho feta motse oo.
    13 Ho malimabe uena, Korazine! Ho malimabe uena, Bethsaida! hobane mehlolo e entsweng ho lona, hoja e ka be e etsahetse Tire le Sidone, e ka be e sa le kgale e bakile, ba apere lesela le mahwashe le moloreng.

  • abathelisi

    Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo abathelisi

    Luka 3 : 12 – 13
    12 Kwasekufika nabathelisi ukuba babhapathizwe, bathi kuye: “Mfundisi, siyakwenzani na?
    13 Wathi kubo: Ningabizi okungaphezu kwalokho enikumiselweyo.

    Mathewu 11 : 19
    19 INdodana yomuntu yafika idla, iphuza, bathi: ‘Bhekani, umuntu oyisiminzi nesiphuzi, umngane wabathelisi nezoni. Kodwa ukuhlakanipha kulungisiswa kubantwana bakho.

    Luka 15 : 1 – 32
    1 Kwase kusondela kuye bonke abathelisi nezoni ukumuzwa.
    2 AbaFarisi nababhali bakhonona, bathi: “Lo wamukela izoni, adle nazo.
    3 Wasebatshela lumfanekiso, esithi.
    4 Ngumuphi umuntu kini onezimvu eziyikhulu, kuthi uma elahlekelwa ngenye yazo, angazishiyi ezingamashumi ayisishiyagalolunye nesishiyagalolunye ehlane, alandele elahlekileyo, aze ayithole, na?
    5 Athi eseyitholile, ayibeke emahlombe akhe ethokoza.
    6 Esefikile ekhaya, abizele ndawonye abangani bakhe nomakhelwane, athi kubo: “Thokozani nami; ngoba ngiyitholile imvu yami ebilahlekile.
    7 Ngithi kini: Kanjalo kuyakuba khona ukuthokoza ezulwini ngesoni sisinye esiphendukayo, kunabalungileyo abangamashumi ayisishiyagalolunye nesishiyagalolunye abangadingi kuphenduka.
    8 Noma ngumuphi owesifazane onezinhlamvu zesiliva eziyishumi, kuthi uma elahlekelwa uhlamvu lunye, angalumeki isibani, ashanele indlu, adingisise, aze aluthole?
    9 Athi eseyitholile, abizele ndawonye abangane bakhe nomakhelwane, athi: ‘Thokozani nami; ngokuba ngilutholile ucezu ebengingilahlekele.
    10 Kanjalo, ngithi kini: Kukhona ukuthokoza phambi kwezingelosi zikaNkulunkulu ngesoni sisinye esiphendukayo.
    11 Wathi: “Umuntu othile wayenamadodana amabili;
    12 Encane yawo yathi kuyise: ‘Baba, nginike isabelo sempahla esiqondene nami.’ Futhi wabahlukanisela impahla yakhe.
    13 Kwathi emva kwezinsuku ezingeziningi indodana encane yayisibutha konke, yamuka, yaya ezweni elikude;
    14 Esechithe konke, kwaba khona indlala enkulu kulelo zwe; waqala ukuswela.
    15 Wasehamba wazihlanganisa nesakhamuzi salelo zwe; Wayithumela emadlelweni akhe ukuba yaluse izingulube.
    16 Wayesefisa ukugcwalisa isisu sakhe ngamakhoba adliwa yizingulube, kepha kwakungekho muntu owamnikayo.
    17 Kwathi lapho isanguluka yathi: ‘Bangaki abaqashwa bakababa abanesinkwa esanele, kanti mina ngifa indlala.
    18 Ngiyakusuka, ngiye kubaba, ngithi kuye: Baba, ngonile kulo izulu naphambi kwakho;
    19 Angisafanele ukuthiwa indodana yakho; ngenze ngibe njengomunye wabaqashwa bakho.
    20 Yasuka, yaya kuyise. Kuthe isekude, uyise wayibona, waba nesihe, wagijima, wawa entanyeni yakhe, wayanga.
    21 Indodana yathi kuye: ‘Baba, ngonile kulo izulu naphambi kwakho, angisafanele ukuthiwa indodana yakho.’
    22 Kodwa uyise wathi ezincekwini zakhe: Khuphani nikhiphe ingubo enhle kunazo zonke, niyembathise; wafaka indandatho esandleni sakhe, nezicathulo ezinyaweni zakhe;
    23 Nilethe ithole elikhuluphalisiwe, nilihlabe; futhi asidle, sijabule;
    24 Ngokuba le ndodana yami ibifile, isiyaphila futhi; ubelahlekile, usetholakele. Basebeqala ukujabula.
    25 Indodana yakhe enkulu yayisensimini; yathi isiza isondela endlini, yezwa ukuhlabelela nokusina.
    26 Yabiza enye yezinceku, yabuza ukuthi ziyini lezi zinto.
    27 Wathi kuye: “Umfowenu ufikile; uyihlo uhlabile ithole elikhuluphalisiwe, ngokuba umamukele ephilile.
    28 Wathukuthela, akavumanga ukungena; wayesephuma uyise, wamncenga.
    29 Wasephendula wathi kuyise: Khangela, leminyaka eminengi ngikukhonza, kangizange ngeqe umlayo wakho;
    30 Kodwa kuthe ifika le ndodana yakho, edle ukudla kwakho lezifebe, uyihlabele ithole elikhuluphalisiweyo.
    31 Wathi kuye: “Mntanami, wena uhlezi unami, nakho konke enginakho kungokwakho.
    32 Bekufanele ukuthi sijabule sithokoze, ngokuba umfowenu lo ubefile, wabuye waphila; yayilahlekile, yafunyanwa.

    Luka 18 : 9 – 14
    9 Wasekhuluma lumfanekiso kwabathile ababezithemba ukuthi balungile, bedelela abanye;
    10 Amadoda amabili enyukela ethempelini ukuyokhuleka; omunye engumFarisi, omunye engumthelisi.
    11 UmFarisi wema wazikhulekela ngokuthi: “Nkulunkulu, ngiyakubonga ngokuba ngingenjengabanye abantu, abaphangi, abangalungile, iziphingi, nanjengalo mthelisi.
    12 Ngizila ukudla kabili ngeviki, nginikela okweshumi kwakho konke enginakho.
    13 Kodwa umthelisi emi khatshana wayengathandi lokuphakamisela amehlo akhe ezulwini, kodwa watshaya isifuba sakhe, esithi: Nkulunkulu, ngihawukele mina soni.
    14 Ngithi kini: Lo wehlela endlini yakhe elungisisiwe kulomunye; lalowo ozithobayo uzaphakanyiswa.

    Luka 7 : 34
    34 INdodana yomuntu ifikile idla, inatha; nithi: ‘Bhekani, umuntu oyisiminzi nesiphuzi, umngane wabathelisi nezoni.

    Mathewu 21 : 31 – 32
    31 Ngumuphi kulaba ababili owenza intando kayise na? Bathi kuye: Eyokuqala. UJesu wathi kubo: “Ngiqinisile ngithi kini: Abathelisi nezifebe bangena phambi kwenu embusweni kaNkulunkulu.
    32 Ngokuba uJohane weza kini ngendlela yokulunga, anikholwanga nguye, kepha abathelisi nezifebe bakholwa nguye;

    Luka 19 : 1 – 10
    1 UJesu wangena wadabula iJeriko.
    2 Bheka, kwakukhona indoda igama layo linguZakewu, iyinhloko yabathelisi, inothile;
    3 Yayifuna ukumbona uJesu ukuthi ungubani; wahluleka ngenxa yexuku, ngoba wayemude.
    4 Wasegijimela phambili, wakhwela esihlahleni somthombe ukuthi ambone, ngoba wayezadlula ngaleyondlela.
    5 Kwathi uJesu efika kuleyo ndawo, wabheka phezulu, wayibona, wathi kuyo: “Zakewu, shesha wehle; ngoba lamuhla ngimele ukuhlala endlini yakho.
    6 Waseshesha wehla, wamamukela ngokuthokoza.
    7 Sebekubonile bonke bakhonona, besithi: Ungene ukuvakatshela indoda eyisoni.
    8 UZakewu wema wathi eNkosini; Bheka, Nkosi, inxenye yempahla yami ngiyipha abampofu; futhi uma ngithathe utho kumuntu ngamanga, ngimbuyisela ngokuphindwe kane.
    9 UJesu wathi kuye: “Namuhla insindiso isifikile kule ndlu, lokhu naye eyindodana ka-Abrahama.
    10 Ngokuba iNdodana yomuntu ize ukufuna nokusindisa obekulahlekile.

    KwabaseRoma 13 : 6 – 7
    6 Ngokuba ngenxa yalokho nithela futhi, ngokuba bayizikhonzi zikaNkulunkulu ezikhuthalela khona lokho.
    7 Nikani bonke okubafaneleyo; inkokhiso kubani; ukwesaba kokwesabayo; udumo kubani ukudunyiswa.

    Mathewu 17 : 24 – 27
    24 Sebefikile eKapernawume, kweza kuPetru abakhokha intela, bathi: “Umfundisi wenu akayitheli yini imali?
    25 Wathi: Yebo. Esengenile endlini, uJesu wamandulela, wathi: “Ucabangani, Simoni? Amakhosi omhlaba athatha kubani intela nenkokhiso? kubantwana babo, kumbe kwabafokazi?
    26 UPetro wathi kuye: Kwabezizweni. UJesu wathi kuye: Ngakho-ke abantwana bakhululekile.
    27 Kodwa-ke ukuba singabakhubekisi, yana elwandle, uphonse udobo, ubambe inhlanzi ephuma kuqala; wothi ukuba uyivule umlomo, uzakufumana imali; yithathe, ubanike, usithelele mina nawe.”

  • abaqambimanga

    Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo abaqambimanga

    Izaga zikaSolomoni 19 : 9
    9 Ufakazi wamanga kayikujeziswa, lokhuluma amanga uzabhubha.

    IsAmbulo 21 : 8
    8 Kepha amagwala, nabangakholwayo, nabanengekayo, nababulali, neziphingi, nabathakathi, nabakhonza izithombe, nabo bonke abaqamba amanga, isabelo sabo siyakuba sechibini elivutha umlilo nesibabule, okungukufa kwesibili.

    Johane 8 : 44
    44 Nina ningabakayihlo uSathane, nithanda ukwenza izinkanuko zikayihlo. Yena wayengumbulali wabantu kwasekuqaleni, akemi eqinisweni, ngokuba iqiniso lingekho kuye. Nxa ekhuluma amanga, ukhuluma okungokwakhe, ngokuba ungumqambimanga noyise wawo.

    UEksodusi 20 : 16
    16 Ungafakazi amanga ngomakhelwane wakho.

    1 kaJohane 1 : 9
    9 Uma sizivuma izono zethu, uthembekile, ulungile, ukuba asithethelele izono, asihlambulule kukho konke ukungalungi.

    KwabaseRoma 12 : 19
    19 Bathandekayo, ningaziphindiseli nina, kodwa dedelani ulaka, ngokuba kulotshiwe ukuthi: Ngokwami ukuphindisela; ngiyakubuyisela mina, isho iNkosi.

    Amahubo 1 : 1 – 6
    1 Ubusisiwe umuntu ongahambi ngeziluleko zababi, ongemi endleleni yezoni, ongahlali esihlalweni sobukhosi sabaklolodayo.
    2 Kepha okuthokoza kwakhe kusemthethweni kaJehova; futhi uzindla ngomthetho wakhe imini nobusuku.
    3 Uyakuba njengesihlahla esitshalwe ngasemifuleni yamanzi, esithela isithelo saso ngesikhathi saso; neqabunga lawo aliyikubuna; futhi konke akwenzayo kuyophumelela.
    4 Ababi abanjalo, kodwa banjengamakhoba apheshulwa ngumoya.
    5 Ngakho ababi abayikuma ekwahlulelweni, nezoni azikho ebandleni labalungileyo.
    6 Ngokuba uJehova uyayazi indlela yabalungileyo, kepha indlela yababi iyobhubha.

    2 kuThimothewu 3 : 16
    16 Yonke imibhalo iphefumulelwe nguNkulunkulu, ilungele ukufundisa, nokusola, nokuqondisa, nokuyala ekulungeni;

    IsAmbulo 22 : 15
    15 Ngokuba ngaphandle kukhona izinja, nabathakathi, nezifebe, nababulali, nabakhonza izithombe, nabo bonke abathanda nawabenzayo amanga.

    Izaga zikaSolomoni 30 : 5
    5 Wonke amazwi kaNkulunkulu ahlanzekile: Uyisihlangu kulabo abathembela kuye.

    Mathewu 7 : 21 – 23
    21 Akusibo bonke abathi kimi: Nkosi, Nkosi, abayakungena embusweni wezulu; kodwa lowo owenza intando kaBaba osezulwini.
    22 Abaningi bayakuthi kimi ngalolo suku: Nkosi, Nkosi, asiprofethanga yini egameni lakho na? ngegama lakho bakhipha amademoni na? futhi ngegama lakho senze izimangaliso eziningi na?
    23 Khona ngiyakufakaza kubo ukuthi: Angizange nginazi; sukani kimi nina benzi bokubi.

    IsAmbulo 20 : 15
    15 Noma ngubani ongafunyaniswanga elotshiwe encwadini yokuphila waphonswa echibini lomlilo.

    IzEnzo 2 : 17
    17 “Kuyakuthi ngezinsuku zokugcina, usho uJehova, ngithulule uMoya wami phezu kwayo yonke inyama, amadodana enu namadodakazi enu ayakuprofetha, nezinsizwa zenu zibone imibono, abadala benu baphuphe amaphupho;

    1 kuThimothewu 3 : 1 – 16
    1 Liqinisile izwi elithi: Uma umuntu efisa isikhundla sombonisi, unxanela umsebenzi omuhle;
    2 Ngakho umbhishobhi umelwe ukuba ngongasolekiyo, indoda emfazi munye, eqaphile, eqondileyo, eziphatha kahle, ephatha kahle izihambi, enekhono lokufundisa;
    3 Ongadakwanga iwayini, ongesiye oshayayo, ongahaheli inzuzo embi; kodwa ibekezele, ingabi yingxabano, ingabi ngabahahayo;
    4 ongamela kahle owakhe umuzi, enabantwana abamthobela ngakho konke ukuhlonipheka;
    5 (Ngokuba uma umuntu engakwazi ukuphatha owakhe umuzi, angaliphatha kanjani ibandla likaNkulunkulu na?)
    6 angabi ngosafufusa, funa azikhukhumeze awele ekulahlweni kukaSathane.
    7 Phezu kwalokho umelwe ukunobufakazi obuhle kwabangaphandle; funa awele esihlazweni nasogibeni lukaSathane.
    8 Ngokunjalo namadiyakoni amelwe ukuba nesizotha, angabi ndimimbili, angabi ngabanakwa kakhulu, angahaheli inzuzo embi;
    9 nibambe imfihlakalo yokukholwa kunembeza omhlophe.
    10 Nalaba mabaqale bahlolwe; khona-ke mabasebenzise isikhundla sobudikoni bengasoleki.
    11 Kanjalo omkabo mababe nesizotha, bangabi ngabahlebi, abaqondileyo, abathembekile ezintweni zonke.
    12 Amadiyakoni mawabe ngamadoda amfazi munye, abusa kahle abantwana nemizi yawo.
    13 Ngokuba abakhonze kahle bazizuzela udumo oluhle nesibindi esikhulu ekukholweni okukuKristu Jesu.
    14 Lezizinto ngikubhalela zona, ngethemba lokuza kuwe masinyane;
    15 Kepha uma ngilibala, ukuze wazi ukuthi kufanele ukuziphatha kanjani endlini kaNkulunkulu, eyibandla likaNkulunkulu ophilayo, insika nesisekelo seqiniso.
    16 Futhi ngokungangabazeki inkulu imfihlakalo yokumesaba uNkulunkulu: UNkulunkulu wabonakaliswa enyameni, walungisiswa emoyeni, wabonwa yizingelosi, washunyayelwa kwabezizwe, wakholeka emhlabeni, wemukelwa enkazimulweni.

    Amahubo 119 : 160
    160 Izwi lakho liqinisile kwasekuqaleni, nezimiso zakho zokulunga zimi phakade.

  • abasha abathandanayo

    Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo abasha abathandanayo

    Isihlabelelelo Sezihlabelelo 3 : 5
    5 Ngiyanifungisa, madodakazi aseJerusalema, ngezimpungushe nangendluzele yasendle, ukuba ningaluvusi, ningaluvusi uthando lwami, lungakamthandi.

    1 kaJohane 2 : 1 – 29
    1 Bantwana bami, nginilobela lokhu ukuba ningoni. Uma umuntu ona, sinoMmeli kuYise, uJesu Kristu olungileyo;
    2 yena uyinhlawulo yezono zethu, kungengezethu zodwa, kodwa nezono zezwe lonke.
    3 Ngalokho siyazi ukuthi siyamazi yena, uma sigcina imiyalo yakhe.
    4 Lowo othi: “Ngiyamazi,” engagcini imiyalo yakhe, ungumqambimanga, neqiniso alikho kuye.
    5 Kepha ogcina izwi lakhe, uthando lukaNkulunkulu luphelelisiwe kuye impela; ngalokho siyazi ukuthi sikuye.
    6 Lowo othi uhlala kuye, yena umelwe ukuhamba njengalokho ahamba yena.
    7 Bazalwane, anginilobeli umyalo omusha, kodwa umyalo omdala enaninawo kwasekuqaleni. Umyalo omdala uyizwi enalizwa kwasekuqaleni.
    8 Futhi nginilobela umyalo omusha, okuliqiniso kuye nakini, ngokuba ubumnyama buyadlula, nokukhanya kweqiniso sekuyakhanya.
    9 Lowo othi usekukhanyeni, kodwa ezonda umzalwane wakhe, usebumnyameni kuze kube manje.
    10 Lowo othanda umzalwane wakhe uhlala ekukhanyeni, njalo kakulasikhubekiso kuye.
    11 Kepha ozonda umzalwane wakhe usebumnyameni, uhamba ebumnyameni, akazi lapho eya khona, ngokuba ubumnyama buwaphuphuthekisile amehlo akhe.
    12 Ngiyalibhalela, bantwanyana, ngoba izono zenu zithethelelwe ngenxa yebizo lakhe.
    13 Ngiyanilobela bobaba, ngokuba nimazile okhona kwasekuqaleni. Ngiyanilobela, zinsizwa, ngokuba nimnqobile omubi. Ngiyanilobela, bantwanyana, ngokuba nimazile uBaba.
    14 Ngililobele, bobaba, ngoba limazile yena okhona kusukela ekuqaleni. Nginilobele, zinsizwa, ngokuba ninamandla, nezwi likaNkulunkulu lihlezi kini, nimnqobile omubi.
    15 Ningathandi izwe nezinto ezisezweni. Uma umuntu ethanda izwe, uthando lukaBaba alukho kuye.
    16 Ngokuba konke okusezweni, inkanuko yenyama, nenkanuko yamehlo, nokuzigabisa ngalokhukuphila, akuveli kuYise, kodwa kuvela ezweni.
    17 Izwe liyadlula kanye nenkanuko yalo, kepha owenza intando kaNkulunkulu uhlala kuze kube phakade.
    18 Bantwanyana, sekuyisikhathi sokugcina, njengalokho nezwa ukuthi umphikukristu uyeza, nakalokhu sekukhona abaphikukristu abaningi; ngalokho siyazi ukuthi sekuyisikhathi sokugcina.
    19 Baphuma kithi, kodwa babengesibo abakithi; ngoba uba babengabakithi, ngabe bahlala lathi;
    20 Kodwa nina ninokugcotshwa okuvela koNgcwele, futhi niyazi zonke izinto.
    21 Kangilibhalelanga ngoba lingalazi iqiniso, kodwa ngoba lilazi, lokuthi kakulamanga avela eqinisweni.
    22 Ngubani ongumqambimanga ngaphandle kwalowo ophika ukuthi uJesu unguKristu na? Ungumphikukristu, ophika uYise neNdodana.
    23 Ophika iNdodana akanaye uYise, kepha ovuma iNdodana unaye noYise.
    24 Ngakho-ke lokho enakuzwa kusukela ekuqaleni makuhlale kini. Uma lokho enakuzwa kwasekuqaleni kuhlala kini, nani niyohlala eNdodaneni nakuBaba.
    25 Yilesi isithembiso asithembisa sona: ukuphila okuphakade.
    26 Nginilobele lezi zinto ngabadukisayo.
    27 Kepha ukugcotshwa enakwemukela kuye kuhlala kini, anidingi ukuba ubani anifundise, nihlale kuye.
    28 Manje, bantwanyana, hlalani kuye; ukuze kuthi, nxa esebonakala, sibe lesibindi, singabi lenhloni phambi kwakhe ekufikeni kwakhe.
    29 Uma nazi ukuthi ulungile, yazini ukuthi wonke owenza ukulunga uzelwe nguye.

  • abathenwa

    Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo abathenwa

    Mathewu 19 : 12
    12 Ngokuba kukhona abathenwa, abazalwa benjalo kwasesiswini sikanina; kukhona nabathenwa, abathenwa ngabantu; Lowo okwaziyo ukuwemukela, makawemukele.

    U-Isaya 56 : 3 – 5
    3 Njalo indodana yowezizweni ozihlanganisa le Nkosi ingakhulumi ithi: I Nkosi ingahlukanisele lokungihlukanisa labantu bayo; nenduna mayingasho ukuthi: Bheka, ngimuthi owomileyo.
    4 Ngokuba usho kanje uJehova kubathenwa abagcina amasabatha ami, bakhetha engikuthandayo, nababambelela esivumelwaneni sami;
    5 Nabo ngiyakubanika endlini yami naphakathi kwezindonga zami indawo negama elingcono kunelamadodana namadodakazi; ngiyakubanika igama eliphakade, elingayikunqunywa.

    IzEnzo 8 : 26 – 39
    26 Ingelosi yeNkosi yakhuluma kuFiliphu, yathi: “Suka uye ngaseningizimu endleleni ephuma eJerusalema ehla eGaza, eyihlane.
    27 Wasesukuma wahamba; khangela-ke, indoda yeEtiyopiya, umthenwa, isikhulu sikaKhandakhe indlovukazi yamaEtiyopiya, eyayiphethe yonke inotho yayo, eyayize eJerusalema ukukhuleka;
    28 Wayesebuya ehlezi enqoleni yakhe efunda umprofethi u-Isaya.
    29 UMoya wayesethi kuFiliphu: “Sondela, unamathele kule nqola;
    30 UFiliphu wagijima waya kuyo, wayizwa ifunda umprofethi u-Isaya, wathi: “Uyakuqonda yini okufundayo na?
    31 Wathi: Ngingakwazi kanjani, ngaphandle kokuba umuntu angiqondise na? Yasicela uFiliphu ukuthi akhwele ahlale layo.
    32 Indawo yombhalo eyayiwufunda yayisithi: Wayiswa ekuhlatshweni njengemvu; nanjengewundlu elithule phambi komgundi walo, akawuvulanga umlomo wakhe;
    33 Ekuthotshisweni kwakhe ukwahlulelwa kwakhe kwasuswa; njalo ngubani ongalandisa ngesizukulwana sakhe? ngoba ukuphila kwakhe kuyasuswa emhlabeni.
    34 Umthenwa waphendula uFiliphu, wathi: “Ngiyakuncenga, umprofethi ukhuluma lokhu ngobani na? ngaye, noma ngomunye umuntu na?
    35 UFiliphu wayesevula umlomo wakhe, waqala ngawo lowo mbhalo, washumayela ivangeli ngoJesu.
    36 Kwathi besahamba endleleni, bafika emanzini; umthenwa wathi: Khangela, nanka amanzi; kwalani ukuba ngibhapathizwe na?
    37 UFiliphu wasesithi: Uba ukholwa ngenhliziyo yakho yonke, kungenziwa. Wasephendula wathi: Ngiyakholwa ukuthi uJesu Kristu uyiNdodana kaNkulunkulu.
    38 Wayala ukuba inqola ime; behla bobabili emanzini, uFiliphu nomthenwa; wasembhabhathiza.
    39 Sebekhuphukile emanzini, uMoya weNkosi wamhlwitha uFiliphu, umthenwa akabe esambona, kodwa wahamba ngendlela yakhe ethokoza.

    U-Isaya 56 : 1 – 12
    1 Usho kanje uJehova, uthi: “Gcina ukulunga, nenze ukulunga, ngokuba insindiso yami iseduze ukufika, nokulunga kwami ukwambulwa.
    2 Ubusisiwe umuntu okwenzayo nendodana yomuntu ebambelela kukho; ogcina isabatha ukuze angalingcolisi, ogcina isandla sakhe singenzi okubi.
    3 Njalo indodana yowezizweni ozihlanganisa le Nkosi ingakhulumi ithi: I Nkosi ingahlukanisele lokungihlukanisa labantu bayo; nenduna mayingasho ukuthi: Bheka, ngimuthi owomileyo.
    4 Ngokuba usho kanje uJehova kubathenwa abagcina amasabatha ami, bakhetha engikuthandayo, nababambelela esivumelwaneni sami;
    5 Nabo ngiyakubanika endlini yami naphakathi kwezindonga zami indawo negama elingcono kunelamadodana namadodakazi; ngiyakubanika igama eliphakade, elingayikunqunywa.
    6 Futhi abantwana bowezizwe abazihlanganisa noJehova ukumkhonza nokuthanda igama likaJehova ukuba babe yizinceku zakhe, wonke ogcina isabatha ukulingcolisa, abambe isivumelwano sami;
    7 Ngisho nami ngiyobaletha entabeni yami engcwele futhi bajabule endlini yami yokukhuleka; iminikelo yabo yokushiswa neminikelo yabo iyakwamukeleka e-altare lami; ngoba indlu yami izabizwa ngokuthi yindlu yokukhuleka yabantu bonke.
    8 INkosi uJehova, ebutha abaxoshiweyo bakwa-Israyeli, ithi: “Nokho ngiyakubuthela abanye kuye, ngaphandle kwalabo ababuthelwe kuye.
    9 Nina nonke zilwane zasendle, wozani nizodla, yebo, nonke nina zilwane zehlathi.
    10 Abalindi bakhe bayizimpumputhe, bonke abanalwazi, bonke bayizinja eziyizimungulu, azikwazi ukukhonkotha; lala, qamba amanga, uthanda ukulala.
    11 Yebo, bayizinja ezihahayo ezingenakusutha, futhi bangabelusi abangaqondi; bonke babheka endleleni yabo, yilowo nalowo ukuze azuze, endaweni yakhe.
    12 Wozani, bathi: Ngizaletha iwayini, futhi sizasuthisa ngophuzo olulamandla; kusasa lizakuba njenganamuhla, libe lichime kakhulu.

    UDuteronomi 23 : 1
    1 Olinyazwe ngamatshe noma enqunyiwe isitho sakhe, makangangeni ebandleni likaJehova.

    UDaniyeli 1 : 1 – 21
    1 Ngomnyaka wesithathu wokubusa kukaJehoyakimi inkosi yakwaJuda, uNebukadinesari, inkosi yaseBabele, wafika eJerusalema walivimbezela.
    2 UJehova wanikela uJehoyakimi, inkosi yakwaJuda, esandleni sakhe kanye nengxenye yezitsha zendlu kaNkulunkulu aziletha ezweni laseShineyari endlini kankulunkulu wakhe; wazingenisa izitsha endlini yengcebo kankulunkulu wakhe.
    3 Inkosi yasikhuluma ku-Aspenasi induna yabathenwa bakhe ukuthi alethe abanye babantwana bakoIsrayeli labenzalo yenkosi leyeziphathamandla;
    4 Abantwana abangenasici kubo, kodwa abathandekayo nabanamandla kukho konke ukuhlakanipha nobuqili olwazini nasekuqondeni kwesayensi, ababenamandla okuma esigodlweni senkosi, ababengafundisa kubo ukufunda nolimi lamaKaledi.
    5 Inkosi yababekela isabelo semihla ngemihla sokudla kwenkosi nesewayini eliphuzayo; ngakho wabapha ukudla iminyaka emithathu, ukuze ekupheleni kwayo beme phambi kwenkosi.
    6 Phakathi kwabo kwakukhona kubantwana bakwaJuda, uDaniyeli, noHananiya, noMishayeli, no-Azariya;
    7 Induna yabathenwa yabaqamba amagama, ngokuba yaqamba uDaniyeli ngokuthi uBelitshasari; noHananiya kaShadiraki; noMishayeli kaMeshaki; no-Azariya, ku-Abhedinego.
    8 Kepha uDaniyeli wanquma enhliziyweni yakhe ukuthi angazingcolisi ngokudla kwenkosi nangewayini aliphuzayo; ngakho wacela induna yenkundla ukuthi ingamngcolisi.
    9 UNkulunkulu wamenzela uDaniyeli umusa nesisa enduneni yabathenwa.
    10 Induna yabalindi yathi kuDaniyeli: “Ngiyayesaba inkosi yami, inkosi, emisile ukudla kwenu nesiphuzo senu; khona-ke kumelwe ubeke ikhanda lami engozini ngenxa yenkosi.
    11 Khona-ke uDaniyeli wathi kuMelzari owabeka induna yezikhulu phezu kukaDaniyeli, uHananiya, uMishayeli no-Azariya:
    12 Zivivinye izinceku zakho izinsuku eziyishumi; futhi mabasinike imifino ukuze sidle namanzi ukuba siphuze.
    13 Khona ubuso bethu mabube ubuso bakho nobuso babantwana abadla isabelo sokudla kwenkosi, wenze ezincekwini zakho ngokubona kwakho.
    14 Wavumelana nabo kule ndaba, wabavivinya izinsuku eziyishumi.
    15 Ekupheleni kwezinsuku eziyishumi ubuso babo babonakala buhle kakhulu, zikhuluphele kunabo bonke abantwana abadla ukudla kwenkosi.
    16 Ngakho uMelzari wathatha ingxenye yenyama yabo newayini ababenalo ukuze baliphuze; futhi wanikeza umphefumulo wabo.
    17 Kepha laba bantwana abane uNkulunkulu wabanika ukwazi nokuqonda kuyo yonke imfundo nokuhlakanipha; uDaniyeli wayenengqondo kuyo yonke imibono namaphupho.
    18 Kwathi ekupheleni kwezinsuku inkosi eyayithe mabangeniswe ngazo, induna yabalindi yabangenisa phambi kukaNebukadinesari.
    19 Inkosi yasikhuluma kubo; futhi phakathi kwabo bonke akutholakalanga owayenjengoDaniyeli, uHananiya, uMishayeli, no-Azariya; ngakho bema phambi kwenkosi.
    20 Kuzo zonke izindaba zokuhlakanipha nokuqonda inkosi eyayibabuza yona, yathola ukuthi babengcono ngokuphindwe kashumi kunabo bonke abahlola imilingo nabahlola izinkanyezi ababesembusweni wayo wonke.
    21 UDaniyeli wahlala kwaze kwaba ngumnyaka wokuqala kaKoresi inkosi.

    Mathewu 19 : 9 – 12
    9 Nami ngithi kini: Yilowo nalowo olahla umkakhe, kungengenxa yokuphinga, aganwe ngomunye, uyaphinga;
    10 Abafundi bakhe bathi kuye: Uba injalo indaba yendoda lomkayo, akukuhle ukuganwa.
    11 Kepha wathi kubo: “Bonke abanakulamukela leli zwi, kuphela abalinikiweyo.
    12 Ngokuba kukhona abathenwa, abazalwa benjalo kwasesiswini sikanina; kukhona nabathenwa, abathenwa ngabantu; Lowo okwaziyo ukuwemukela, makawemukele.

    IzEnzo 10 : 35
    35 Kodwa ezizweni zonke omesabayo lowenza ukulunga uyamukeleka kuye.

    IzEnzo 8 : 26 – 29
    26 Ingelosi yeNkosi yakhuluma kuFiliphu, yathi: “Suka uye ngaseningizimu endleleni ephuma eJerusalema ehla eGaza, eyihlane.
    27 Wasesukuma wahamba; khangela-ke, indoda yeEtiyopiya, umthenwa, isikhulu sikaKhandakhe indlovukazi yamaEtiyopiya, eyayiphethe yonke inotho yayo, eyayize eJerusalema ukukhuleka;
    28 Wayesebuya ehlezi enqoleni yakhe efunda umprofethi u-Isaya.
    29 UMoya wayesethi kuFiliphu: “Sondela, unamathele kule nqola;

  • abaqashi

    Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo abaqashi

    KwabaseKolose 4 : 1
    1 Makhosi, yiphani izinceku zenu ukulunga nokulingana; nazi ukuthi nani nineNkosi ezulwini.

    Izaga zikaSolomoni 22 : 16
    16 Ocindezela ompofu ukuze andise inotho yakhe, nopha ocebileyo uyakuswela.

    EkaJokobe 5 : 4
    4 Bhekani, inkokhelo yezisebenzi ezivune amasimu enu, eniyigodlile ngobuqili, iyakhala; nokukhala kwabavuniyo kungene ezindlebeni zeNkosi yamabandla.

    1 kaPetru 2 : 18 – 20
    18 Nina zinceku, thobelani amakhosi enu ngokwesaba konke; kungeyisikho kwabalungileyo labamnene kuphela, kodwa lakwabakhohlakeleyo.
    19 Ngoba lokhu kuyabongeka, uba umuntu ngenxa kanembeza kuNkulunkulu ethwala usizi, ehlupheka ngokungafanele.
    20 Ngokuba kuludumo luni, uma nibekezela nishaywa ngenxa yokona na? kepha uma nenza kahle nihlupheka ngenxa yalokho, nikubekezelela, lokho kuyabongeka kuNkulunkulu.

    KwabaseRoma 4 : 4
    4 Kepha kosebenzayo umvuzo awubalwa ngokomusa, kodwa ngokwesikweletu.

    KwabaseKolose 3 : 23
    23 Konke enikwenzayo kwenzeni ngenhliziyo, kungathi kwenzelwa iNkosi, hhayi abantu;

    Kwabase-Efesu 6 : 9
    9 Nani makhosi, yenzani okufanayo kubo, niyeke ukusongela, nazi ukuthi iNkosi yenu nayo isezulwini; futhi akukho ukukhetha ubuso kuye.

    ULevitikusi 19 : 13
    13 Ungamkhohlisi umakhelwane wakho, ungamphangi;

    UJeremiya 22 : 13
    13 Maye kulowo owakha indlu yakhe ngobubi, namakamelo akhe ngobubi; osebenzisa umsebenzi womakhelwane wakhe ngaphandle kwenkokhelo futhi angamniki umsebenzi wakhe;

    Mathewu 20 : 10 – 15
    10 Kodwa sebefikile abokuqala, bacabanga ukuthi bazakwemukela okwengeziwe; bamukela kwaba yilowo nalowo udenariyo,
    11 Sebelamukele bakhonona kumninindlu.
    12 Besithi: Laba bokugcina basebenze ihola elilodwa, usubalinganisile lathi esithwele ubunzima lokushisa kwemini.
    13 Kodwa waphendula wathi komunye wabo: Mngane, angikoni;
    14 Thatha okwakho, uhambe;
    15 Angivunyelwa yini ukwenza engikuthandayo ngokungokwami? Iso lakho libi, ngokuba mina ngimuhle?

    EkaJokobe 5 : 5
    5 Niphile ubumnandi emhlabeni, nizitika; nondlile izinhliziyo zenu njengasosukwini lokuhlaba.

    KwabaseKolose 3 : 22
    22 Nina zinceku, lalelani ezintweni zonke amakhosi enu ngokwenyama; kungabi ngokukhonza kwamehlo njengabathokozisa abantu; kodwa ngobuqotho benhliziyo, ngokwesaba uNkulunkulu;

    1 kuThimothewu 5 : 18
    18 Ngoba umbhalo uthi: Ungayifaki isifonyo inkabi lapho ibhula. Futhi: Isisebenzi sifanele umvuzo waso.

    ULevitikusi 25 : 43
    43 Awuyikubusa kalukhuni phezu kwakhe; kodwa kumelwe wesabe uNkulunkulu wakho.

    Luka 10 : 7
    7 Le dule ka tlung yona eo, le ntse le ja, le ntse le nwa dintho tseo ba fanang ka tsona; hobane ya sebetsang o lokelwa ke moputso wa hae. Le se ke la ya ka ntlo le ntlo.

    KwabaseRoma 13 : 1 – 14
    1 Akube yilowo nalowo azithobe phansi kwamandla ombuso; Ngoba awekho amandla ngaphandle kukaNkulunkulu: amandla akhona amiswe nguNkulunkulu.
    2 Ngakho-ke omelana namandla umelana nesimiso sikaNkulunkulu;
    3 Ngokuba ababusi kabesabeki kwabenza okuhle, kodwa kwabenza okubi. Pho, awuwesabi amandla na? yenza okuhle, futhi uyakuba nodumo yikho;
    4 Ngokuba uyisikhonzi sikaNkulunkulu kuwe kube kuhle. Kepha uma wenza okubi, yesaba; ngokuba ayiphatheli ize inkemba, ngokuba iyisikhonzi sikaNkulunkulu, umphindiseli wokubuyisela ulaka kowenza okubi.
    5 Ngakho-ke kufanele ukuzithoba, kungabi ngenxa yolaka kuphela, kodwa nangenxa kanembeza.
    6 Ngokuba ngenxa yalokho nithela futhi, ngokuba bayizikhonzi zikaNkulunkulu ezikhuthalela khona lokho.
    7 Nikani bonke okubafaneleyo; inkokhiso kubani; ukwesaba kokwesabayo; udumo kubani ukudunyiswa.
    8 Ningakweleti muntu, kuphela elokuthandana, ngokuba othanda omunye uwugcwalisile umthetho.
    9 Ngoba lokhu ukuthi: Ungaphingi, ungabulali, ungebi, ungafakazi amanga, ungafi; uma kukhona omunye umyalo, kufinyelelwe kuleli zwi lokuthi: Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena.
    10 Uthando kalwenzi okubi kumakhelwane;
    11 Nalokho nisazi isikhathi ukuthi sekuyihora lokuvuka ebuthongweni;
    12 Ubusuku budlulile, usuku selusondele; ngakho-ke asilahle imisebenzi yobumnyama, sihlome izikhali zokukhanya.
    13 Masihambe ngokufaneleyo njengasemini; kungabi ngokuzitika ngokuminza nokudakwa, kungabi ngamanyala namanyala, kungabi ngokuxabana nomhawu.
    14 Kepha yembathani iNkosi uJesu Kristu, ningakhathaleli inyama ukuba nifeze izinkanuko zayo.

    KwabaseRoma 13 : 4
    4 Ngokuba uyisikhonzi sikaNkulunkulu kuwe kube kuhle. Kepha uma wenza okubi, yesaba; ngokuba ayiphatheli ize inkemba, ngokuba iyisikhonzi sikaNkulunkulu, umphindiseli wokubuyisela ulaka kowenza okubi.

    1 kuThimothewu 2 : 1 – 2
    1 Ngakho-ke kuqala kukho konke ngiyala ukuba ukunxusa, nokukhuleka, nokunxusa, nokubonga kwenzelwe abantu bonke;
    2 Ngeyamakhosi, nakubo bonke abakhulu; ukuze siphile impilo ezolileyo lenokuthula kukho konke ukuhlonipha uNkulunkulu lobuqotho.

    UMalaki 3 : 5
    5 Ngiyakusondela kinina ngokwahlulelwa; futhi ngiyoba ufakazi osheshayo ngokumelene nabathakathi, neziphingi, nakubafungi bamanga, nalabo abacindezela isiqashwa emholweni wakhe, umfelokazi nezintandane, nomfokazi ophambukayo esandleni sakhe sokunene futhi angesabi. Mina, usho uJehova Sebawoti.

    Mathewu 10 : 10
    10 nasikhwama sohambo, namabhantshi amabili, nazicathulo, naludondolo, ngokuba isisebenzi sifanele ukudla kwaso.

  • abashintshi bemali

    Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo abashintshi bemali

    Marku 10 : 25
    25 Kulula ukuba ikamela lingene ngentunja yenaliti, kunokuba onothileyo angene embusweni kaNkulunkulu.

    Mathewu 21 : 12
    12 UJesu wangena ethempelini likaNkulunkulu, waxosha bonke ababethengisa nababethenga ethempelini, wagumbuqela amatafula abashintshela imali nezihlalo zabathengisa ngamajuba.

  • abathokozisa uNkulunkulu kunabantu

    Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo abathokozisa uNkulunkulu kunabantu

    KwabaseGalathiya 1 : 10
    10 Ngokuba manje ngiyabancenga abantu noma uNkulunkulu na? noma ngifuna ukujabulisa abantu na? ngoba uma ngisathokozisa abantu, ngabe angisiyo inceku kaKristu.

    Izaga zikaSolomoni 29 : 25
    25 Ukwesaba abantu kuveza ugibe; kepha owethemba uJehova uyakusindiswa.

    1 kwabaseThesalonika 2 : 4
    4 Kodwa njengoba sivunyiwe nguNkulunkulu ukuthi siphathiswe ivangeli, sikhuluma ngokunjalo; kungenjengokuthokozisa abantu, kodwa uNkulunkulu ohlola izinhliziyo zethu.

    Johane 12 : 43
    43 Ngokuba babethanda udumo lwabantu kunodumo lukaNkulunkulu.

    U-Isaya 2 : 22
    22 Yekani kumuntu omoya wakhe usemakhaleni akhe, ngokuba uyakubalwa ngani na?

    IzEnzo 5 : 29
    29 UPetru nabanye abaphostoli baphendula bathi: “Simelwe ukulalela uNkulunkulu kunabantu.

    KwabaseGalathiya 2 : 20
    20 Ngibethelwe kanye noKristu, nokho ngiyaphila; nokho akumina, kodwa uKristu uphila kimi, nokuphila engikuphila manje enyameni ngikuphila ngokukholwa yiNdodana kaNkulunkulu eyangithandayo, yazinikela ngenxa yami.

    KwabaseRoma 12 : 1 – 2
    1 Ngakho ngiyanincenga, bazalwane, ngobubele bukaNkulunkulu ukuba ninikele imizimba yenu ibe-ngumnikelo ophilileyo, ongcwele, owamukelekayo kuNkulunkulu, kube ngukukhonza kwenu kokuqonda.
    2 Ningalingisi leli zwe, kodwa niguqulwe isimo ngokwenziwa ibentsha ingqondo yenu, ukuze nibe nokuhlolisisa okuyintando kaNkulunkulu enhle, neyamukelekayo, nepheleleyo.

    2 kwabaseKorinte 5 : 9
    9 Ngakho sisebenza nzima ukuthi, loba sikhona kumbe singekho, sibe ngabamukelekayo kuye.

    KwabaseKolose 3 : 23
    23 Konke enikwenzayo kwenzeni ngenhliziyo, kungathi kwenzelwa iNkosi, hhayi abantu;

    KwabaseKolose 3 : 22 – 25
    22 Nina zinceku, lalelani ezintweni zonke amakhosi enu ngokwenyama; kungabi ngokukhonza kwamehlo njengabathokozisa abantu; kodwa ngobuqotho benhliziyo, ngokwesaba uNkulunkulu;
    23 Konke enikwenzayo kwenzeni ngenhliziyo, kungathi kwenzelwa iNkosi, hhayi abantu;
    24 nazi ukuthi niyakwamukela umvuzo wefa eNkosini, ngokuba nikhonza iNkosi uKristu.
    25 Kepha owenza okubi uyakwamukeliswa okubi akwenzileyo; akukho ukukhetha komuntu.

    Mathewu 10 : 28
    28 Ningabesabi ababulala umzimba, bengenamandla okubulala umphefumulo, kepha kakhulu mesabeni onamandla okubhubhisa nomphefumulo nomzimba esihogweni.

    KwabaseRoma 12 : 12
    12 Jabulani ethembeni; ubekezele osizini; niqinise emthandazweni;

    1 kwabaseKorinte 10 : 31
    31 Ngakho-ke noma nidla, noma niphuza, noma nenzani, konke kwenzeleni udumo lukaNkulunkulu.

    Johane 5 : 44
    44 Ningakholwa kanjani nina enidumisa omunye komunye, ningaludingi udumo oluvela kuNkulunkulu yedwa na?

    Izaga zikaSolomoni 29 : 26
    26 Abaningi bafuna umusa wombusi; kepha ukwahlulela kwawo wonke umuntu kuvela kuJehova.

    UJeremiya 17 : 5
    5 Usho kanje uJehova, uthi: “Uqalekisiwe umuntu othemba kumuntu, enze inyama ibe yingalo yakhe, onhliziyo yakhe ifulathele uJehova.

    KwabaseRoma 14 : 10 – 12
    10 Kepha umahlulelani umfowenu na? Udelelani umfowenu na? ngoba sonke siyakuma phambi kwesihlalo sokwahlulela sikaKristu.
    11 Ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Kuphila kwami,” isho iNkosi, “amadolo onke ayakuguqa phambi kwami, nezilimi zonke ziyakudumisa uNkulunkulu.
    12 Ngakho-ke yilowo nalowo kithi uyakuziphendulela kuNkulunkulu.

    KwabaseGalathiya 1 : 1
    1 UPawuli umphostoli, ongaveli ebantwini, kungengomuntu, kodwa ngoJesu Kristu, loNkulunkulu uYise owamvusa kwabafileyo;