Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo zuza umhlaba wonke
Mathewu 16 : 26
26 Ngokuba kuyakumsizani umuntu, uma ezuza izwe lonke, onakalelwe ukuphila kwakhe, na? Yingabe uyakukhiphani umuntu, kube yisihlengo sokuphila kwakhe, na?
Marku 8 : 36
36 Ngokuba kuyakumsizani umuntu, uma ezuza izwe lonke, alahlekelwe umphefumulo wakhe?
Mathewu 16 : 26 – 27
26 Ngokuba kuyakumsizani umuntu, uma ezuza izwe lonke, onakalelwe ukuphila kwakhe, na? Yingabe uyakukhiphani umuntu, kube yisihlengo sokuphila kwakhe, na?
27 Ngokuba iNdodana yomuntu iyakuza ngenkazimulo kaYise kanye nezingelosi zayo; khona-ke iyakuvuza yilowo nalowo ngesenzo sakhe.
KumaHeberu 9 : 27
27 Njengalokhu kumiselwe abantu ukuba bafe kanye, emva kwalokhu ukwahlulelwa;
KwabaseFilipi 3 : 3
3 Ngokuba singabokusoka thina esikhonza ngoMoya kaNkulunkulu, sizibonga kuKristu Jesu, singathembi enyameni.
1 kwabaseKorinte 15 : 51
51 Bhekani, ngiyanitshela imfihlakalo; Asiyikulala sonke, kepha siyakuguqulwa sonke;