Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Achim
Mathewu 1 : 14
14 u-Azore wazala uSadoki; uSadoki wazala uAkimi; u-Akimi wazala u-Eliyudi;
Concordance
Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Achim
Mathewu 1 : 14
14 u-Azore wazala uSadoki; uSadoki wazala uAkimi; u-Akimi wazala u-Eliyudi;
Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Adoni-Bezeki
Abahluleli 1 : 7
7 Wayesethi u-Adoni-bezeki: “Amakhosi angamashumi ayisithupha neshumi ayenquma izithupha noqukula abutha phansi kwetafula lami; njengoba ngenzile, kanjalo uNkulunkulu ungibuyisele. Basebemyisa eJerusalema, wafela khona.
Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Adadah
UJoshuwa 15 : 22
22 noKina, noDimona, no-Adada,
Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Adonikamu
Ezra 2 : 13
13 abantwana bakwa-Adonikamu: ngamakhulu ayisithupha namashumi ayisithupha nesithupha;
UNehemiya 7 : 18
18 abantwana bakwa-Adonikamu: ngamakhulu ayisithupha namashumi ayisithupha nesikhombisa;
UNehemiya 10 : 16
16 u-Adoniya, uBhigivayi, u-Adini,
Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Adah
UGenesise 4 : 23
23 ULameka wasesithi kubafazi bakhe: UAda loSila, Zwanini ilizwi lami! Madodakazi akwaLameka, lalelani izwi lami, ngoba ngibulale indoda ngenxeba lami nensizwa ngokulimala kwami.
UGenesise 36 : 12
12 UThimna wayeyisancinza sika-Elifazi indodana ka-Esawu; wazala u-Elifazi u-Amaleki. Lawa angamadodana ka-Ada umka-Esawu.
Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Adoniram
2 Samuweli 20 : 24
24 U-Adoramu wayephethe izithelisi, uJehoshafati indodana ka-Ahiludi wayengumbusi.
1 Amakhosi 4 : 6
6 U-Ahisari wayephezu kwendlu, u-Adoniramu indodana ka-Abida wayephethe abathelisi.
1 Amakhosi 5 : 14
14 Wabathuma eLebanoni, izinkulungwane eziyishumi ngenyanga ngezigaba; inyanga babe seLebanoni, izinyanga ezimbili behlala ekhaya; u-Adoniramu wayephethe izisebenzi.
1 Amakhosi 12 : 18
18 Inkosi uRehobowamu yayisithuma u-Adoramu owayephethe ukutheliswa; wonke u-Israyeli wamkhanda ngamatshe, wafa. Ngakho inkosi uRehobowamu yashesha ukumvumela ukuba agibele enqoleni yakhe ukuba abalekele eJerusalema.
Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Adalia
Esteri 9 : 8
8 noPoratha, no-Adaliya, no-Aridata,
Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Adoni-Zedeki
UJoshuwa 10 : 27
27 Kwathi ngesikhathi sokushona kwelanga, uJoshuwa wayala, futhi bayithatha emithini bayiphonsa emhumeni ababecashe kuwo, babeka amatshe amakhulu emlonyeni womhume. Esekhona kuze kube namuhla.
Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo adam
1 kwabaseKorinte 15 : 45
45 Kanjalo kulotshiwe ukuthi: Umuntu wokuqala u-Adamu waba ngumphefumulo ophilayo; uAdamu wokugcina waba ngumoya ophilisayo.
UGenesise 2 : 7
7 INkosi uNkulunkulu yabumba umuntu ngothuli lomhlaba, yaphefumulela emakhaleni akhe umoya wokuphila; umuntu waba ngumphefumulo ophilayo.
UGenesise 1 : 26
26 UNkulunkulu wathi: Masenze abantu ngomfanekiso wethu, basifuze, babuse phezu kwezinhlanzi zolwandle, phezu kwezinyoni zezulu, naphezu kwezinkomo, naphezu kwazo zonke izilwane ezinwabuzelayo emhlabeni wonke.
KwabaseRoma 5 : 14 – 21
14 Nokho ukufa kwabusa kusukela ku-Adamu kuze kufike kuMose, ngisho naphezu kwalabo abangonanga njengesiphambeko sika-Adamu, ongumfanekiso walowo owayezakuza.
15 Kodwana isipho asinjengesiphambeko. Ngokuba uma ngesiphambeko somunye abaningi bafa, kakhulukazi umusa kaNkulunkulu nesipho ngomusa okungamuntu oyedwa uJesu Kristu, kwavama kwabaningi.
16 Futhi isipho asinjengoba saba ngowomunye owonayo;
17 Ngokuba uma ngesiphambeko somuntu oyedwa ukufa kwabusa ngalowo munye; kakhulukazi abemukela ukuvama komusa nokwesipho sokulunga bayakubusa ekuphileni ngalowo munye, uJesu Kristu.
18 Ngakho-ke njengalokhu ngesiphambeko esisodwa ukwahlulelwa kwehlela phezu kwabantu bonke, kube ngukulahlwa; ngokunjalo ngokulunga okukodwa isipho sesihle seza phezu kwabantu bonke kube yikulungisiswa kwempilo.
19 Ngokuba njengalokho ngokungalaleli komuntu munye abaningi benziwa izoni, kanjalo ngokulalela komuntu oyedwa abaningi bayakwenziwa abalungileyo.
20 Futhi umthetho wangena, ukuze isiphambeko sande. Kepha lapho kwavama khona isono, umusa wavama kakhulukazi;
21 ukuze njengalokho isono sabusa kube ngukufa, ngokunjalo nomusa ubuse ngokulunga kube ukuphila okuphakade ngoKristu Jesu iNkosi yethu.
1 kwabaseKorinte 15 : 22
22 Ngokuba njengalokhu ku-Adamu bonke bayafa, ngokunjalo kuKristu bonke bayakuphiliswa.
Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Adamah
UJoshuwa 19 : 33
33 Umkhawulo wabo wasukela eHelefi, e-Aloni, waya eSaananimi, nase-Adami, naseNekebi, naseJabineyeli, waya eLakumi; ukuphuma kwawo kwakungaseJordani;
UJoshuwa 19 : 36
36 ne-Adamu, neRama, neHasori,