Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Ama-Amori
UGenesise 10 : 16
16 amaJebusi, nama-Amori, namaGirigashi,
1 IziKronike 1 : 14
14 namaJebusi, nama-Amori, namaGirigashi,
U-Amose 2 : 9
9 Kodwa ngabhubhisa ama-Amori phambi kwabo, ubude bawo bunjengobude bemisedari, laqina njengezihlahla zeturpentine; kodwa ngasichitha isithelo sawo phezulu lezimpande zawo ngaphansi.
UGenesise 14 : 7
7 Base bebuya, bafika e-Enimishipati eyiKadeshi, balichitha lonke izwe lama-Amaleki, nama-Amori ayehlala eHasoni-Tamari.
UNumeri 13 : 29
29 Ama-Amaleki ahlala ezweni laseningizimu, amaHeti, namaJebusi, nama-Amori ahlala ezintabeni, namaKhanani ahlala ngaselwandle ngasogwini lweJordani.
UNumeri 21 : 13
13 Basuka lapho bamisa inkamba ngaphesheya kwe-Arinoni elisehlane eliphuma emkhawulweni wama-Amori; ngokuba i-Arinoni ingumkhawulo wakwaMowabi, phakathi kukaMowabi nama-Amori.
UDuteronomi 1 : 4
4 Ngemva kokubulala uSihoni, inkosi yama-Amori, owayehlala eHeshiboni, no-Ogi inkosi yaseBashani, owayehlala e-Ashitaroti e-Edireyi.
UDuteronomi 1 : 7
7 Jikelani, nimuke, niye entabeni yama-Amori, nasezindaweni zonke eziseduze nayo, emathafeni, nasezintabeni, nasesigodini, naseningizimu, nangaselwandle, nxazonke zezwe lamaKhanani, nangasentshonalanga. ILebanoni, kuze kufike emfuleni omkhulu, umfula u-Ewufrathe.
UDuteronomi 3 : 9
9 (iHermoni amaSidoni ayibiza ngokuthi iSiriyoni, nama-Amori ayibiza ngokuthi iSeniri;)
UDuteronomi 1 : 19
19 Sasuka eHorebe, sadabula lonke ihlane elikhulu nelesabekayo enalibonayo endleleni yasentabeni yama-Amori, njengalokho uJehova uNkulunkulu wethu wasiyala; safika eKadeshi Barineya.
UJoshuwa 5 : 1
1 Kwathi lapho onke amakhosi ama-Amori ayengaphesheya kweJordani ngasentshonalanga, nawo onke amakhosi amaKhanani asolwandle, ezwa ukuthi uJehova womisa amanzi aseJordani ngaphambili. Abantwana bakwa-Israyeli, saze sadabula, izinhliziyo zabo zaphela amandla, akwabe kusaba lukhuni kubo ngenxa yabantwana bakwa-Israyeli.
UJoshuwa 10 : 5
5 Ngakho amakhosi amahlanu ama-Amori, inkosi yaseJerusalema, inkosi yaseHebroni, inkosi yaseJarimuthi, inkosi yaseLakishi, inkosi yase-Egiloni, abuthana, akhuphuka, wona nawo onke amabutho awo, amisa phambi kweGibeyoni nemizi yawo walwa nayo.
UJoshuwa 12 : 3
3 kusukela esigodini kuze kube solwandle lwaseKineroti ngasempumalanga, kuze kube seLwandle LwaseArabha, kuze kube seLwandle Lukasawoti ngasempumalanga endleleni yaseBeti Jeshimoti; naseningizimu, phansi kwe-Ashidodi-Pisga;
Abahluleli 1 : 36
36 Umkhawulo wama-Amori wasukela eqhineni lase-Akrabimi, edwaleni, wenyuka.
Abahluleli 11 : 22
22 Badla izwe lonke lama-Amori, kusukela e-Arinoni kuze kube seJabhoki, kusukela ehlane kuze kube seJordani.
UGenesise 15 : 21
21 nama-Amori, namaKhanani, namaGirigashi, namaJebusi.
UGenesise 48 : 22
22 Futhi ngakunika isabelo esisodwa ngaphezu kwabafowenu, engabathatha ngenkemba yami nomnsalo wami esandleni sama-Amori.
UDuteronomi 1 : 20
20 Ngathi kini: Senifikile entabeni yama-Amori uJehova uNkulunkulu wethu ayakusinika yona.
UDuteronomi 2 : 36
36 Kusukela e-Aroweri eliseceleni komfula i-Arinoni, nokusukela emzini oseceleni komfula kuze kufike kwaGileyadi, akubangakho umuzi owawunamandla kunathi; uJehova uNkulunkulu wethu usinike konke.
UDuteronomi 7 : 1
1 Lapho uJehova uNkulunkulu wakho esekungenise ezweni oya kulo ukulidla, esexoshile izizwe eziningi phambi kwakho, amaHeti, namaGirigashi, nama-Amori, namaKhanani, namaPherizi, namaHivi, namaJebusi, izizwe eziyisikhombisa. Mkhulu futhi unamandla kunawe;
UJoshuwa 3 : 10
10 UJoshuwa wasesithi: Ngalokhu lizakwazi ukuthi uNkulunkulu ophilayo uphakathi kwenu, lokuthi uzaxotsha amaKhanani, lamaHethi, lamaHivi, lamaPerizi, lamaGirigashi, lamaAmori phambi kwenu, kanye lamaJebusi.
Abahluleli 11 : 23
23 Manje uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli uwaxoshile ama-Amori phambi kwabantu bakhe u-Israyeli;
U-Amose 2 : 10
10 Nganikhuphula ezweni laseGibithe, nganihambisa ehlane iminyaka engamashumi amane ukuba nidle ifa lezwe lama-Amori.