Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Hashum
Ezra 2 : 19
19 abantwana bakwaHashumi: ngamakhulu amabili namashumi amabili nantathu;
Ezra 10 : 33
33 Kumadodana kaHashumi; uMathenayi, uMatata, uZabadi, u-Elifeleti, uJeremiya, uManase, noShimeyi.
UNehemiya 7 : 22
22 Abantwana bakwaHashumi: ngamakhulu amathathu namashumi amabili nesishiyagalombili;
UNehemiya 8 : 4
4 U-Ezra umbhali wayemi epulpiti lamapulangwe ababelenzele lona; ngakuye uMatitja, noShema, no-Anaya, no-Uriya, noHilikiya, noMahaseja, bemi ngakwesokunene sakhe; futhi ngakwesobunxele sakhe uPhedaya noMishayeli noMalikhiya noHashumi noHasbadana noZakariya noMeshulamu.
UNehemiya 10 : 18
18 noHodiya, noHashumi, noBezayi,