Category: Lithini iBhayibheli

Concordance

  • Lithini iBhayibheli Hiddekel – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana Hiddekel

    Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Hiddekel

    UGenesise 2 : 14
    14 Igama lomfula wesithathu yiHidekeli; elihamba ngasempumalanga kwase-Asiriya. Umfula wesine ungu-Ewufrathe.

    UDaniyeli 10 : 4
    4 Ngosuku lwamashumi amabili nane lwenyanga yokuqala ngiseceleni komfula omkhulu oyiHidekeli;

  • Lithini iBhayibheli Hiel – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana Hiel

    Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Hiel

    1 Amakhosi 16 : 34
    34 Ezinsukwini zakhe uHiyeli waseBethele wakha iJeriko; wabeka isisekelo salo ngo-Abiramu, izibulo lakhe, wamisa amasango alo ngoSegubi indodana yakhe encane, njengezwi likaJehova alikhuluma enkonzweni kaJoshuwa, indodana kaNuni.

    UJoshuwa 6 : 26
    26 UJoshuwa wabaqalekisa ngaleso sikhathi, wathi: “Makaqalekiswe phambi kukaJehova umuntu osuka akhe lo muzi waseJeriko; uyakubeka isisekelo salo ngezibulo lakhe, futhi indodana yakhe encane iyomisa amasango alo.

  • Lithini iBhayibheli Hilen – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana Hilen

    Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Hilen

    1 IziKronike 6 : 58
    58 noHilen nedlelo lakhe, neDebiri nedlelo lakhe,

    UJoshuwa 15 : 51
    51 neGosheni, neHoloni, neGilo; imizi eyishumi nanye nemizana yayo;

    UJoshuwa 21 : 15
    15 neHoloni nedlelo layo, neDebiri namadlelo ayo,

  • Lithini iBhayibheli Hillel – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana Hillel

    Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Hillel

    Abahluleli 12 : 13
    13 Emva kwakhe u-Abidoni indodana kaHileli wasePirathoni waqondisa u-Israyeli.

    Abahluleli 12 : 15
    15 U-Abidoni indodana kaHileli wasePirathoni wafa, wembelwa ePirathoni ezweni lakwa-Efrayimi ezintabeni zama-Amaleki.

  • Lithini iBhayibheli Herald – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana Herald

    Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Herald

    U-Isaya 40 : 3
    3 Izwi lomemeza ehlane, lithi: Lungisani indlela kaJehova, niqondise ehlane umgwaqo kaNkulunkulu wethu.

    UDaniyeli 3 : 4
    4 Kwase kumemeza ummemezeli, wathi: “Kuyaliwe nina bantu, nezizwe, nezilimi!

    1 kuThimothewu 2 : 7
    7 Engamiselwa ngakho ukuthi ngibe ngumshumayeli nomphostoli (ngikhuluma iqiniso ngoKristu, angiqambi amanga), umfundisi wabezizwe ekukholweni naseqinisweni.

    2 kuThimothewu 1 : 11
    11 engamiselwa ukuthi ngibe ngumshumayeli, nomphostoli, nomfundisi wabezizwe.

    2 kaPetru 2 : 5
    5 futhi engaliyekanga izwe elidala, kodwa wamsindisa uNowa umshumayeli wokulunga, eletha uzamcolo ezweni labangamesabi uNkulunkulu;

  • Lithini iBhayibheli Hin – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana Hin

    Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Hin

    UEksodusi 29 : 40
    40 Kanye nelinye iwundlu ngokweshumi kwempuphu ecolekileyo exovwe nokwesine kwehini lamafutha agxotshiwe; nengxenye yesine yehini lewayini libe ngumnikelo wokuphuzwa.

    ULevitikusi 19 : 36
    36 Kuphela niyakuba nezikali, nezilinganiso ezinhle, ne-efa elihle, nehini elihle; nginguJehova uNkulunkulu wenu owanikhipha ezweni laseGibithe.

    ULevitikusi 23 : 13
    13 Umnikelo wakhe wokudla uyakuba ngokweshumi okubili kwempuphu ecolekileyo exovwe namafutha, umnikelo womlilo kuJehova, ube yiphunga elimnandi; umnikelo wakhe wokuphuzwayo uyakuba yiwayini, okwesine kwehini.

  • Lithini iBhayibheli Hela – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana Hela

    Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Hela

    1 IziKronike 4 : 5
    5 U-Ashuri, uyise kaThekhowa, wayenabafazi ababili, uHela noNahara.

  • Lithini iBhayibheli Helam – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana Helam

    Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Helam

    2 Samuweli 10 : 17
    17 Lapho uDavide etshelwa, wabutha wonke u-Israyeli wawela iJordani wafika eHelamu. Ama-Aramu azihlela ukuhlangabezana noDavide, alwa naye.

  • Lithini iBhayibheli Heldai – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana Heldai

    Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Heldai

    1 IziKronike 27 : 15
    15 Oweshumi nambili ngenyanga yeshumi nambili kwakunguHelidayi umNethofa ka-Otheniyeli; esigabeni sakhe kwakukhona izinkulungwane ezingamashumi amabili nane.

    1 IziKronike 11 : 30
    30 uMaharayi umNethofa, noHeledi indodana kaBahana waseNethofa,

    2 Samuweli 23 : 29
    29 uHelebe indodana kaBahana umNethofa, no-Ithayi indodana kaRibayi waseGibeya yabantwana bakwaBenjamini;

    UZakariya 6 : 10
    10 Thatha kwabathunjwayo, uHelidayi, uThobiya loJedaya, abaphuma eBhabhiloni, ungene ngalona lolosuku, ungene endlini kaJosiya indodana kaZefaniya;

  • Lithini iBhayibheli Helek – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana Helek

    Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Helek

    UNumeri 26 : 30
    30 Lawa angamadodana kaGileyadi: kwaJeseri: ngumndeni wakwaJeseri; kwaHeleki: ngumndeni wakwaHeleki;

    UJoshuwa 17 : 2
    2 Kwakukhona nabanye abantwana bakwaManase abaningi ngemindeni yabo; kubantwana bakwa-Abiyezeri, nakubantwana bakwaHeleki, nakubantwana bakwa-Asiriyeli, nakubantwana bakwaShekemi, nakubantwana bakwaHeferi, nakubantwana bakwaSemida; labo babe ngamadodana kaManase indodana kaJosefa ngemindeni yabo.