Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Hor-Hagidgadi
UNumeri 33 : 33
33 Basuka eHorihagidigadi, bamisa eJotibata.
Concordance
Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Hor-Hagidgadi
UNumeri 33 : 33
33 Basuka eHorihagidigadi, bamisa eJotibata.
Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Hormah
UNumeri 14 : 45
45 Khona-ke ama-Amaleki kanye namaKhanani ayehlala kuleyo ntaba ehla, futhi bawanqoba, abadungadulisa kwaze kwaba seHorma.
UNumeri 21 : 3
3 UJehova walilalela izwi lika-Israyeli, wawanikela amaKhanani; bawaqalekisa nemizi yawo, waqamba igama laleyo ndawo ngokuthi iHorma.
UDuteronomi 1 : 44
44 Ama-Amori ahlala kuleyo ntaba aphuma anihlangabeza, anixosha, njengokwenza kwezinyosi, anichitha eSeyiri kwaze kwaba seHorma.
Abahluleli 1 : 17
17 UJuda wahamba noSimeyoni umfowabo, babulala amaKhanani ayakhe eSefati, baliqalekisa. Igama lomuzi lathiwa iHorma.
UJoshuwa 12 : 14
14 inkosi yaseHorma, eyodwa; inkosi yase-Aradi, eyodwa;
UJoshuwa 19 : 4
4 ne-Elitoladi, neBethule, neHorma,
1 IziKronike 4 : 30
30 naseBetuweli, naseHorma, naseZikilagi;
UJoshuwa 15 : 30
30 ne-Elitoladi, neKesili, neHorma,
1 Samuweli 30 : 30
30 nakulabo ababeseHorma, nakulabo ababeseKorasan, nakulabo ababese-Atagi,
Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Hosa
UJoshuwa 19 : 29
29 Khona-ke umngcele osogwini wajika waya eRama nasedolobheni eliqinile laseTire; umkhawulo osogwini wajika waya eHosa; futhi ukuphuma kwawo kungasolwandle kusukela ogwini kuze kufike e-Agisibi.
1 IziKronike 16 : 38
38 No-Obede Edomi nabafowabo, bengamashumi ayisithupha nesishiyagalombili; u-Obede Edomi indodana kaJeduthuni noHosa babe ngabalindisango;
1 IziKronike 26 : 11
11 uHilikiya owesibili, uThebaliya owesithathu, uZakariya owesine; onke amadodana nabafowabo bakaHosa babe yishumi nantathu.
Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Hosana
Mathewu 21 : 9
9 Izixuku ezazihamba ngaphambili neziyilandela zamemeza zathi: “Hosana kuyo iNdodana kaDavide! Ubusisiwe ozayo egameni leNkosi; Hosana kweliphezulu.
Mathewu 21 : 15
15 Kwathi abapristi abakhulu nababhali bebona izimangaliso azenzayo, nabantwana bememeza ethempelini, bethi: “Hosana kuyo iNdodana kaDavide! babethukuthele kakhulu,
Marku 11 : 10
10 Ubusisiwe umbuso kababa wethu uDavida, ozayo ebizweni leNkosi. Hosana kweliphezulu!
Johane 12 : 13
13 Yathatha amagatsha esundu, yaphuma ukumhlangabeza, yamemeza yathi: “Hosana!
Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Hoseya
KwabaseRoma 9 : 25
25 Njengokuba esho nakuHoseya ukuthi: “Abangesibo abantu bami ngiyakubabiza ngokuthi abantu bami; nothandiweyo wakhe, obengathandwa.
Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Hoshama
1 IziKronike 3 : 18
18 NoMalikiramu, noPhedaya, noSenasari, noJekamiya, noHosama, noNedabiya.
Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Hoshaya
UNehemiya 12 : 32
32 Ngemva kwabo kwaphuma uHoshaya nengxenye yezikhulu zakwaJuda.
UJeremiya 42 : 1
1 Zase zisondela zonke izinduna zamabutho, oJohanani indodana kaKhareya, loIshaniya indodana kaHoshaya, labo bonke abantu, kusukela komncinyane kusiya komkhulu;
UJeremiya 43 : 2
2 U-Azariya indodana kaHoshaya noJohanani indodana kaKhareya nawo onke amadoda azidlayo bathi kuJeremiya: “Ukhuluma amanga; uJehova uNkulunkulu wethu akakuthumanga ukuthi uthi: Ningayi eGibithe ukuba nigogobale khona.
Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Hodesh
1 IziKronike 8 : 9
9 Wayenguyise womkakhe uHodesi, uJobabi, noSibiya, noMesha, noMalikamu,
Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Hosheya
UNumeri 13 : 8
8 Owesizwe sakwa-Efrayimi: uHoseya indodana kaNuni.
UNumeri 13 : 16
16 Lawa angamagama amadoda uMose awathuma ukuba ahlole izwe. UMose wabiza uHoseya, indodana kaNuni, ngokuthi uJoshuwa.
UDuteronomi 32 : 44
44 UMose weza wakhuluma onke amazwi ale ngoma ezindlebeni zabantu, yena noHoseya, indodana kaNuni.
1 IziKronike 27 : 20
20 Kubantwana bakwa-Efrayimi: nguHoseya indodana ka-Asaya; enxenyeni yesizwe sakwaManase: nguJoweli indodana kaPhedaya;
2 Amakhosi 15 : 30
30 UHoseya, indodana ka-Ela, wamenzela ugobe uPheka, indodana kaRemaliya, wamehlula, wambulala, wabusa esikhundleni sakhe ngomnyaka wamashumi amabili kaJothamu indodana ka-Uziya.
2 Amakhosi 17 : 2
2 Wenza okubi emehlweni kaJehova, kodwa kungenjengamakhosi akwa-Israyeli ayengaphambi kwakhe.
2 Amakhosi 17 : 3
3 UShalimaneseri inkosi yase-Asiriya wenyuka wamelana naye; uHoseya waba yinceku yakhe, wamnika izipho.
2 Amakhosi 17 : 4
4 Inkosi yase-Asiriya yafumana ugobe kuHoseya, ngokuba yathuma izithunywa enkosini yaseGibithe, ingalethi isipho enkosini yase-Asiriya njengokwenza kwakhe iminyaka ngeminyaka; ngalokho inkosi yase-Asiriya yamvalela, yambopha etilongweni.
2 Amakhosi 17 : 6
6 Ngomnyaka wesishiyagalolunye kaHoseya inkosi yase-Asiriya yalithumba iSamariya, yathumbela u-Israyeli e-Asiriya, yababeka eHala naseHabori ngasemfuleni iGoshani nasemizini yamaMede.
2 Amakhosi 18 : 12
12 Ngoba kabalilalelanga ilizwi le Nkosi uNkulunkulu wabo, kodwa basephula isivumelwano sakhe lakho konke uMozisi inceku ye Nkosi ayekuyale ngakho, kabalalelanga, kabakwenzanga.
Hoseya 10 : 3
3 Ngokuba manje bayakuthi: ‘Asinankosi, ngokuba asimesabanga uJehova; khona-ke inkosi ingasenzani?
Hoseya 10 : 7
7 ISamariya inkosi yalo iqunyiwe njengegwebu emanzini.
UNehemiya 10 : 23
23 uHoseya, uHananiya, uHashubi,
Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Hodevah
UNehemiya 7 : 43
43 AmaLevi: abantwana bakwaJeshuwa, kaKadimiyeli nabantwana bakwaHodewa, amashumi ayisikhombisa nane.