Category: Lithini iBhayibheli

Concordance

  • Lithini iBhayibheli i-Azimaveti – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana i-Azimaveti

    Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo i-Azimaveti

    2 Samuweli 23 : 31
    31 no-Abiyalibhoni wase-Aribhathi, no-Asmaweti waseBharhumi,

    1 IziKronike 11 : 33
    33 no-Asmaveti umBaharumite, no-Elijaba umSahalibhoni,

    1 IziKronike 8 : 36
    36 U-Ahazi wazala uJoyada; uJoyada wazala u-Alemete, no-Asmaveti, noZimri; uZimri wazala uMosa,

    1 IziKronike 9 : 42
    42 U-Ahazi wazala uJara; uJara wazala u-Alemeti, no-Asmaweti, noZimri; uZimri wazala uMose;

    1 IziKronike 27 : 25
    25 Owayephethe ingcebo yenkosi kwakungu-Asmaveti indodana ka-Adiyeli; owayephethe ingcebo endle, nasemizini, nasemizaneni, nasezinqabeni, kwakunguJonathani indodana ka-Uziya.

    Ezra 2 : 24
    24 abantwana bakwa-Asmaweti: ngamashumi amane nambili;

    UNehemiya 12 : 29
    29 nasendlini yaseGiligali nasensimini yaseGeba nase-Asmaweti; ngoba abahlabeleli bazakhela imizi nxazonke zeJerusalema.

    UNehemiya 7 : 28
    28 amadoda aseBeti-simaweti: ngamashumi amane nambili;

  • Lithini iBhayibheli ibanga – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana ibanga

    Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo ibanga

    1 kaJohane 2 : 15 – 17
    15 Ningathandi izwe nezinto ezisezweni. Uma umuntu ethanda izwe, uthando lukaBaba alukho kuye.
    16 Ngokuba konke okusezweni, inkanuko yenyama, nenkanuko yamehlo, nokuzigabisa ngalokhukuphila, akuveli kuYise, kodwa kuvela ezweni.
    17 Izwe liyadlula kanye nenkanuko yalo, kepha owenza intando kaNkulunkulu uhlala kuze kube phakade.

  • Lithini iBhayibheli I-Azmon – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana I-Azmon

    Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo I-Azmon

    UNumeri 34 : 5
    5 Umkhawulo uyakudlulela e-Ashimoni, uye emfuleni waseGibithe, ukuphuma kwawo kube ngasolwandle.

    UJoshuwa 15 : 4
    4 Wasuka lapho, waya e-Ashimoni, waphuma waya emfuleni waseGibithe; nokuphuma kwalolo gu kwakungaselwandle; lokhu kuyakuba ugu lwenu oluseningizimu.

  • Lithini iBhayibheli I-Azur – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana I-Azur

    Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo I-Azur

    UHezekeli 11 : 1
    1 UMoya wangiphakamisa, wangiyisa esangweni lendlu kaJehova elisempumalanga, elibheke ngasempumalanga; phakathi kwabo ngabona uJahashaniya indodana ka-Ashuri noPhelathiya indodana kaBenaya, abaholi babantu.

  • Lithini iBhayibheli I-Azzur – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana I-Azzur

    Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo I-Azzur

    UNehemiya 10 : 17
    17 u-Atere, uHezekiya, u-Azuri,

    UJeremiya 28 : 1
    1 Kwathi ngawona lowo mnyaka, ekuqaleni kokubusa kukaZedekiya, inkosi yakwaJuda, ngomnyaka wesine nangenyanga yesihlanu, uHananiya, indodana yomprofethi u-Asiriya, owayevela eGibeyoni, wakhuluma nami. Endlini kaJehova phambi kwabapristi nabo bonke abantu, wathi:

  • Lithini iBhayibheli I-Baal-Hamon – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana I-Baal-Hamon

    Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo I-Baal-Hamon

    Isihlabelelelo Sezihlabelelo 8 : 11
    11 USolomoni wayenesivini eBali Hamoni; isivini wasinika ababonisi; kwaba yilowo nalowo ngokwezithelo zawo ukuletha amashekeli ayinkulungwane esiliva.

    UJoshuwa 19 : 28
    28 neHebroni, neRehobe, neHamoni, neKhana, kuze kube seSidoni elikhulu;

  • Lithini iBhayibheli I-Atara – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana I-Atara

    Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo I-Atara

    1 IziKronike 2 : 26
    26 UJerameli wayenomunye umfazi ogama lakhe lalingu-Athara; wayengunina ka-Onamu.

  • Lithini iBhayibheli I-Ataroti – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana I-Ataroti

    Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo I-Ataroti

    UNumeri 32 : 3
    3 i-Ataroti, neDiboni, neJazeri, neNimra, neHeshiboni, ne-Elale, neSebam, neNebo, neBeyoni;

    UNumeri 32 : 34
    34 Abantwana bakwaGadi bakha iDiboni, ne-Atharoti, ne-Aroweri;

    UJoshuwa 16 : 2
    2 Wasuka eBethele, waya eLushe, wadabula emingceleni yase-Arki e-Atharoti;

    UJoshuwa 16 : 5
    5 Umkhawulo wabantwana bakwa-Efrayimi ngemindeni yabo wawunje: umkhawulo wefa labo ngasempumalanga wawuyi-Atarota-adari kuze kufike eBeti Horoni phezulu;

    UJoshuwa 16 : 7
    7 Wehla usuka eJanoha waya e-Atharoti naseNaharati, wafika eJeriko, waphuma eJordani.

    UJoshuwa 18 : 13
    13 Umkhawulo wasuka lapho, waya eLusu, eceleni kweLushi eliyiBethele ngaseningizimu; umkhawulo wehlela e-Atharoti Dara ngasegqumeni elingaseningizimu kweBeti Horoni Lasezansi.

    1 IziKronike 2 : 54
    54 Amadodana kaSalima; IBhetelehem, namaNethofa, neAtharoti, nendlu kaYowabhi, nenxenye yamaManake, namaZori.

    UNumeri 32 : 35
    35 ne-Atroti, noShofani, noJazeri, noJogibeha,

  • Lithini iBhayibheli I-Athalia – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana I-Athalia

    Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo I-Athalia

    IzEnzo 14 : 25
    25 Sebeshumayele izwi ePherge, behlela e-Ataliya;

  • Lithini iBhayibheli i-atlantis – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana i-atlantis

    Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo i-atlantis

    UJobe 26 : 5 – 6
    5 Kubunjwa okufileyo ngaphansi kwamanzi, nabakhileyo kuwo.
    6 Indawo yabafileyo inqunu phambi kwakhe, nokubhujiswa akunasimbozo.