Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo ukuhlukanisa ibandla
KuThithu 3 : 10 – 11
10 Umuntu ongumhlubuki emva kokuyalwa kokuqala nokwesibili umlahle;
11 lisazi ukuthi onjalo uphambukisiwe, njalo uyona, ezilahlile yena.
2 kuThimothewu 4 : 3
3 Ngokuba siyeza isikhathi abangayikuvuma ngaso isifundiso esiphilileyo; kodwa ngokwezinkanuko zabo bayakuzibuthela abafundisi, beluma izindlebe;
1 kwabaseThesalonika 5 : 13
13 nibazise kakhulu othandweni ngenxa yomsebenzi wabo. Futhi nihlalisane ngokuthula.
Leave a Reply