Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Idrama
1 IziKronike 29 : 7
7 Wanikela enkonzweni yendlu kaNkulunkulu amathalenta ayizinkulungwane eziyisihlanu egolide, namadarike ayizinkulungwane eziyishumi, namatalenta ayizinkulungwane eziyishumi esiliva, namatalenta ayizinkulungwane eziyishumi nesishiyagalombili ethusi, namatalenta ayizinkulungwane eziyikhulu ensimbi.
Ezra 2 : 69
69 Banikela engcebweni yomsebenzi amadarike ayizinkulungwane ezingamashumi ayisithupha egolide namamane ayizinkulungwane ezinhlanu esiliva nezingubo eziyikhulu zabapristi ngokwamandla abo.
Ezra 8 : 27
27 nezitsha ezingamashumi amabili zegolide zamadarike ayinkulungwane; nezitsha ezimbili zethusi elicolekileyo, eziyigugu njengegolide.
UNehemiya 7 : 72
72 Abanye abantu abanikela ngakho kwakungamadarike ayizinkulungwane ezingamashumi amabili egolide namamane ayizinkulungwane ezimbili esiliva nezingubo zabapristi ezingamashumi ayisithupha nesikhombisa.
Leave a Reply