Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo iDekapholi
Mathewu 4 : 25
25 Kwamlandela izixuku eziningi zivela eGalile, naseDekapholi, naseJerusalema, naseJudiya, nangaphesheya kweJordani.
Marku 5 : 20
20 Wamuka, waqala ukushumayela eDekapholi ukuthi kungakanani uJesu amenzele khona; bamangala bonke.
Marku 7 : 31
31 Wayesemuka futhi emikhawulweni yaseTire naseSidoni, weza olwandle lwaseGalile edabula phakathi kwezifunda zaseDekapholi.
Leave a Reply