Lithini iBhayibheli I-Chenaanah – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana I-Chenaanah

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo I-Chenaanah

1 Amakhosi 22 : 11
11 USedekiya indodana kaKhenana wazenzela izimpondo zensimbi, wathi: “Usho kanje uJehova, uthi: ‘Ngalezi uyakuqhubukusha ama-Aramu uze uwaqede.

1 Amakhosi 22 : 24
24 UZedekhiya indodana kaKhenana wasesondela, wamtshaya uMika esihlathini, wathi: UMoya we Nkosi uhambe ngayiphi indlela esuka kimi ukuyakhuluma kuwe?

2 IziKronike 18 : 10
10 USedekiya, indodana kaKhenana, wazenzela izimpondo zensimbi, wathi: “Usho kanje uJehova, uthi: ‘Ngalezi niyakuxosha ama-Aramu aze aphele.

2 IziKronike 18 : 23
23 UZedekhiya indodana kaKhenana wasesondela, wamtshaya uMikha esihlathini, wathi: UMoya weNkosi usuke kimi ngayiphi indlela ukuyakhuluma kuwe?

1 IziKronike 7 : 10
10 Lamadodana kaJediyayeli: UBhilihani namadodana kaBilihani; oJewusi, noBenjamini, no-Ehudi, noKhanani, noSethani, noTharishishi, no-Ahisahari.

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *