Lithini iBhayibheli I-Argob – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana I-Argob

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo I-Argob

UDuteronomi 3 : 4
4 Sayithatha yonke imizi yakhe ngaleso sikhathi, akubangakho muzi esingawuthathanga kubo, imizi engamashumi ayisithupha, sonke isifunda sase-Arigobi, umbuso ka-Ogi eBashani.

UDuteronomi 3 : 14
14 UJayire indodana kaManase walithatha lonke izwe lase-Arigobi kuze kube semkhawulweni wamaGesuri neMahagati; wawabiza ngegama lakhe ngokuthi iBashani Havoti-Jayire kuze kube namuhla.

1 Amakhosi 4 : 13
13 Indodana kaGeberi eRamoti kwaGileyadi; kuye kwakukhona imizi kaJayire indodana kaManase eseGileyadi; kuye kwakukhona isifunda sase-Arigobhi eseBashani, imizi emikhulu engamashumi ayisithupha enezindonga nemigoqo yethusi.

2 Amakhosi 15 : 25
25 Kodwa uPheka, indodana kaRemaliya, induna yakhe, wamenzela ugobe, wamshaya eSamariya enqabeni yendlu yenkosi, kanye no-Argobi no-Ari, enamadoda angamashumi ayisihlanu akwaGileyadi; wambulala, waba yinkosi esikhundleni sakhe.

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *