Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Hoglah
UNumeri 26 : 33
33 USelofadi indodana kaHeferi wayengenamadodana, enamadodakazi odwa; amagama amadodakazi kaSelofehadi kwakunguMagila, noNowa, noHogila, noMilka, noTirisa.
UNumeri 27 : 1
1 Kwasekufika amadodakazi kaSelofehadi indodana kaHeferi indodana kaGileyadi indodana kaMagiri indodana kaManase emindenini kaManase indodana kaJosefa; lawa angamagama amadodakazi akhe; uMagila, uNowa noHogila noMilka noTirisa.
UNumeri 36 : 11
11 Ngokuba uMagila, noTirisa, noHogila, noMilka, noNowa, amadodakazi kaSelofehadi, agana amadodana abafowabo bakayise.
UJoshuwa 17 : 3
3 Kepha uSelofehadi, indodana kaHeferi, indodana kaGileyadi, indodana kaMagiri, indodana kaManase, wayengenamadodana, kodwa amadodakazi; lawa angamagama amadodakazi akhe: uMagila, noNowa, noHogila, noMilka, noTirisa.
Leave a Reply