Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Havila
UGenesise 10 : 7
7 Amadodana kaKushe: noSeba, noHavila, noSabta, noRaama, noSabtega; namadodana kaRama; uSheba noDedani.
1 IziKronike 1 : 9
9 Amadodana kaKushe: uSeba, noHavila, noSabheta, noRama, noSabhetega. Amadodana kaRama ngu uSheba noDedani.
UGenesise 10 : 29
29 no-Ofiri noHavila noJobabi; bonke babengamadodana kaJokitani.
1 IziKronike 1 : 23
23 no-Ofiri noHavila noJobabi. Bonke babengamadodana kaJokithani.
UGenesise 2 : 11
11 Igama lowokuqala yiPishoni; ezungeza izwe lonke laseHawila, lapho kukhona igolide;
UGenesise 25 : 18
18 Bahlala-ke kusukela eHawila kuze kube seSuri eliphambi kweGibhithe, ekuqhubekeni kwenu ukuya eAsiriya; wafa phambi kwabafowabo bonke.
1 Samuweli 15 : 7
7 USawule wawachitha ama-Amaleki kusukela eHavila kuze kufike eShuri elingaphambi kwaseGibhithe.
Leave a Reply