Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Hakkoz
1 IziKronike 24 : 10
10 eyesikhombisa uHakosi, yesishiyagalombili u-Abiya,
Ezra 2 : 61
61 Kubantwana babapristi: abantwana bakwaHabaya, abantwana bakwaKoshi, abantwana bakwaBarizilayi; owathatha umfazi emadodakazini kaBarizilayi wakwaGileyadi, wabizwa ngegama lawo.
UNehemiya 3 : 4
4 Eceleni kwabo kwalungisa uMeremoti indodana ka-Uriya indodana kaKoshi. Eceleni kwabo kwalungisa uMesulamu indodana kaBeregiya kaMeshesabeli. Eceleni kwabo uSadoki indodana kaBahana walulama.
UNehemiya 3 : 21
21 Emva kwakhe kwalungisa uMeremoti, indodana ka-Uriya, indodana kaKoshi, elinye ibanga, kusukela ekungeneni kwendlu ka-Eliyashibi kuze kube sekugcineni kwendlu ka-Eliyashibi.
Leave a Reply