Lithini iBhayibheli Gera – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana Gera

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Gera

UGenesise 46 : 21
21 Amadodana kaBhenjamini kwakunguBhela, noBhegeri, no-Ashibeli, noGera, noNahamani, no-Ehi, noRose, noMuphimi, noHupimi, no-Ardi.

Abahluleli 3 : 15
15 Kepha abantwana bakwa-Israyeli bembiza uJehova, uJehova wabavusela umsindisi, u-Ehudi indodana kaGera, umBenjamini, umuntu oyinxele; futhi ngaye abantwana bakwa-Israyeli bathumela isipho ku-Egiloni, inkosi yakwaMowabi.

2 Samuweli 16 : 5
5 Lapho inkosi uDavide ifika eBahurimi, bheka, kwaphuma indoda yomndeni wendlu kaSawule, igama layo linguShimeyi indodana kaGera;

2 Samuweli 19 : 16
16 UShimeyi indodana kaGera, umBenjamini, waseBahurimi, wehla masinyane namadoda akwaJuda ukuyohlangabeza inkosi uDavide.

2 Samuweli 19 : 18
18 Khona-ke kwagibela umkhumbi ukuze kudluliswe indlu yenkosi futhi yenze lokho ekubona kufanele. USimeyi indodana kaGera wawela phansi phambi kwenkosi ekuweleni kwayo iJordani;

1 Amakhosi 2 : 8
8 Bheka, unawe uShimeyi indodana kaGera wakwaBenjamini waseBahurimi, owangithuka ngesiqalekiso esibi mhla ngiya eMahanayimi; kepha wehla ukungihlangabeza eJordani, ngafunga kuye uJehova, ngathi: ‘Angiyikukubulala ngenkemba.’

1 IziKronike 8 : 3
3 Amadodana kaBela kwakungu-Adari, noGera, no-Abihudi;

1 IziKronike 8 : 5
5 noGera, noZefufani, noHiramu.

1 IziKronike 8 : 7
7 UNahamani no-Ahiya noGera wabasusa, futhi waba nguyise ka-Uza no-Ahihudi.

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *