Lithini iBhayibheli ethuka abantu – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana ethuka abantu

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo ethuka abantu

Mathewu 5 : 11 – 12
11 Nibusisiwe, nxa benithuka, benizingela, bekhuluma konke okubi ngani, beqamba amanga ngenxa yami.
12 Jabulani nithokoze, ngokuba umvuzo wenu mkhulu ezulwini, ngokuba babazingela kanjalo abaprofethi abanandulele.

KwabaseKolose 2 : 16
16 Ngakho makungabikho muntu onahlulelayo ngokudla noma ngokunathwayo noma ngokuphathelene nomkhosi noma ukwethwasa kwenyanga noma amasabatha.

2 kaPetru 3 : 16
16 njengalokhu nakuzo zonke izincwadi zakhe, ekhuluma kuzo ngalezizinto; okukhona kuzo ezinye izinto ezilukhuni ukuzwisiswa, okuthi abangafundileyo nabangazinzile bazihlanekezele, njengokuba benza neminye imibhalo, kube ngukubhujiswa kwabo.

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *