Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo esothandweni
Mathewu 7 : 7
7 Celani, lizaphiwa; funani, niyakufumana; ngqongqothani, niyakuvulelwa;
1 kwabaseKorinte 14 : 1
1 Landelani uthando, nithande iziphiwo zomoya, kodwa kakhulu ukuba niprofethe.
1 kaJohane 1 : 9
9 Uma sizivuma izono zethu, uthembekile, ulungile, ukuba asithethelele izono, asihlambulule kukho konke ukungalungi.
Luka 10 : 27
27 Yena a araba, a re: O tla rata Jehova, Modimo wa hao, ka pelo ya hao yohle, le ka moya wa hao wohle, le ka matla a hao wohle, le ka kgopolo ya hao yohle. Le wa heno jwalokaha o ithata.
Mathewu 6 : 24
24 Akakho ongakhonza amakhosi amabili, ngokuba uyakuzonda enye, athande enye; noma ibambelele kwenye, idelele enye. Anikwazi ukukhonza uNkulunkulu noMamona.
Izaga zikaSolomoni 22 : 6
6 Fundisa umntwana indlela ekufanele ahambe ngayo, futhi lapho esekhulile ngeke aphambuke kuyo.
Leave a Reply