Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo esikukhulumayo
Izaga zikaSolomoni 18 : 21
21 Ukufa nokuphila kusemandleni olimi, nabaluthandayo bayakudla isithelo salo.
Mathewu 12 : 37
37 Ngokuba ngamazwi akho uyakuthiwa ulungile, nangamazwi akho uyakulahlwa.
Izaga zikaSolomoni 13 : 3
3 Olinda umlomo wakhe ulonda ukuphila kwakhe; kepha ovula kakhulu izindebe zakhe uyakuba nembubhiso.
Leave a Reply