Lithini iBhayibheli Er – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana Er

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Er

UGenesise 38 : 3
3 Wakhulelwa, wazala indodana; waqamba igama layo ngokuthi u-Eri.

UGenesise 38 : 7
7 U-Eri izibulo likaJuda wayemubi emehlweni kaJehova; uJehova wambulala.

UGenesise 46 : 12
12 Amadodana kaJuda; u-Eri, no-Onani, noShela, noPerezi, noSeraki; kepha o-Eri no-Onani bafela ezweni laseKhanani. Amadodana kaPheresi: ngoHezironi noHamuli.

UNumeri 26 : 19
19 Oonyana bakaJuda ngu-Eri no-Onani; u-Eri no-Onani bafela ezweni laseKhanani.

1 IziKronike 2 : 3
3 Amadodana kaJuda; u-Eri, no-Onani, noShela; abathathu wazalelwa endodakazini kaShuwa umKhanani. U-Eri izibulo likaJuda wayemubi emehlweni kaJehova; wambulala.

1 IziKronike 4 : 21
21 Amadodana kaShela indodana kaJuda: ngo-Eri, uyise kaLeka, noLada, uyise kaMaresa, nemindeni yendlu yabasebenza ilineni elicolekileyo, bendlu ka-Ashibeya,

Luka 3 : 28
28 owayeyindodana kaMelki, indodana ka-Adi, indodana kaKosamu, indodana ka-Elimodamu, indodana ka-Eri,

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *