Lithini iBhayibheli Ephafrodithu – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana Ephafrodithu

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Ephafrodithu

KwabaseFilipi 2 : 25
25 Nokho ngibone kudingekile ukuba ngithume kini u-Ephafrodithu, umzalwane nesisebenzi kanye nesosha kanye nami, nesithunywa senu nesisebenzi ekusweleni kwami.

KwabaseFilipi 4 : 18
18 Kepha nginakho konke, ngiyachichima, sengamukele ku-Ephafrodithu izinto ezavela kini, iphunga elimnandi, nomhlatshelo owamukelekayo, othokozisayo kuNkulunkulu.

KwabaseFilipi 2 : 27
27 Ngokuba nempela wayegula esondela ekufeni, kepha uNkulunkulu wamhawukela; njalo kungeyisikho kuye yedwa, kodwa lakimi, ukuze ngingabi losizi phezu kosizi.

KwabaseFilipi 2 : 30
30 Ngokuba ngenxa yomsebenzi kaKristu wacishe wafa, engakukhathaleli ukuphila kwakhe, ukuze agcwalise ukusilela kwenu ekungikhonzeni.

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *