Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Enos
UGenesise 4 : 26
26 Naye uSeti wazalelwa indodana; waqamba igama layo ngokuthi u-Enoshe; abantu base beqala ukubiza iGama leNkosi.
UGenesise 5 : 11
11 Iyonke imihla ka-Enoshe yaba yiminyaka emakhulu asithoba anamihlanu; wafa.
Luka 3 : 38
38 Owayeyindodana ka-Enoshe, owayeyindodana kaSeti, owayeyindodana ka-Adamu, owayeyindodana kaNkulunkulu.
1 IziKronike 1 : 1
1 U-Adamu, uSeti, u-Enoshe,
Leave a Reply