Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo ekhethiwe
Kwabase-Efesu 1 : 4
4 Njengalokho wasikhetha kuye ngaphambi kokusekelwa kwezwe, ukuze sibe ngcwele, singasoleki phambi kwakhe othandweni;
1 kaJohane 5 : 4
4 Ngokuba konke okuzelwe nguNkulunkulu kuyalinqoba izwe;
2 kaPetru 2 : 9
9 INkosi iyakwazi ukukhulula ezilingweni abamesabayo, nokugcinela abangalungile usuku lokwahlulelwa, bajeziswe;
Johane 15 : 16
16 Aningikhethanga mina, kodwa mina nginikhethile, nganimisela ukuba nihambe, nithele isithelo, nesithelo senu sihlale, ukuze noma yini eniyakukucela kuBaba egameni lami aninike khona.
Leave a Reply