Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo eJerusalema
2 Amakhosi 15 : 33
33 Wayeneminyaka engamashumi amabili nanhlanu ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka eyishumi nesithupha eJerusalema; Igama likanina lalinguJerusha, indodakazi kaSadoki.
2 IziKronike 27 : 1
1 UJothamu wayeneminyaka engamashumi amabili nanhlanu ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka eyishumi nesithupha eJerusalema; Igama likanina lalinguJerusha, indodakazi kaSadoki.
Leave a Reply