Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Ebal
1 IziKronike 1 : 22
22 no-Ebali, no-Abimayeli, noSheba,
UGenesise 36 : 23
23 Laba babe ngamadodana kaShobali; uAlvan, noManahati, no-Ebali, noZefo, no-Onam.
1 IziKronike 1 : 40
40 Amadodana kaShobali; u-Alian, noManahati, no-Ebali, noSefi, no-Onam. Amadodana kaSibeyoni: ngoSibeyoni; U-Aya, no-Ana.
UDuteronomi 11 : 29
29 Kuyakuthi lapho uJehova uNkulunkulu wakho esekungenise ezweni oya kulo ukulidla, ubeke isibusiso entabeni yaseGerizimu nesiqalekiso entabeni yase-Ebali.
UDuteronomi 27 : 13
13 Bayakuma entabeni yase-Ebali ukuba baqalekise; uRubeni, noGadi, no-Asheri, noZebuloni, noDani, noNafetali.
UJoshuwa 8 : 33
33 Wonke u-Israyeli, namalunga akhe, nezikhulu, nabahluleli bakhe, bema ngalapha komphongolo nangapha phambi kwabapristi, amaLevi athwala umphongolo wesivumelwano sikaJehova, nomfokazi, naye wazalwa phakathi kwabo; inxenye yabo malungana nezintaba zeGerizimu, nenxenye yabo malungana nentaba yase-Ebali; njengalokho uMose inceku kaJehova ayala ngaphambili ukuba babusise abantwana bakwa-Israyeli.
Leave a Reply