Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Diana
IzEnzo 19 : 24
24 Ngokuba umuntu othile ogama lakhe linguDemetriyu, umkhandi wesiliva, owenza amathempelana esiliva kaDiyana, wayeletha izingcweti inzuzo enkulu;
IzEnzo 19 : 28
28 Sebezwile lawa mazwi bagcwala ulaka, bamemeza bathi: “Mkhulu uDiyana wabase-Efesu!
IzEnzo 19 : 35
35 Kwathi umabhalane esezithulisile izixuku, wathi: Madoda ase-Efesu, ngumuphi umuntu ongazi ukuthi umuzi wabase-Efesu ungumkhulekeli kankulunkulukazi omkhulu uDiyana nowesithombe esawa kuJupiter?
Leave a Reply