Lithini iBhayibheli buyisela – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana buyisela

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo buyisela

KwabaseRoma 15 : 13
13 UNkulunkulu wethemba makanigcwalise ngenjabulo yonke nangokuthula konke ekukholweni, ukuze nivame ethembeni ngamandla kaMoya oNgcwele.

IzEnzo 3 : 20 – 21
20 Iyakuthuma uJesu Kristu owashunyayelwa kini ngaphambili;
21 omelwe ukumamukela izulu kuze kube yizikhathi zokubuyiselwa kwakho konke uNkulunkulu azikhulumayo ngomlomo wabaprofethi bakhe abangcwele bonke kusukela kwaphakade.

UJoweli 2 : 25 – 26
25 Ngiyakunibuyisela iminyaka eyadliwa yisikhonyane, nezimpethu, nezinkumbi, nempethu, impi yami enkulu engayithuma phakathi kwenu.
26 Niyakudla ngokuchichimayo, nisuthe, nilidumise igama likaJehova uNkulunkulu wenu oniphathe ngokumangalisayo; futhi abantu bami abayikujabha kuze kube phakade.

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *