Lithini iBhayibheli Brier, Umfanekiso – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana Brier, Umfanekiso

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Brier, Umfanekiso

U-Isaya 5 : 6
6 Futhi ngiyakuwuchitha: awuyikuthenwa, noma umbiwe; kodwa kuyakumila ikhakhasi nameva. Ngiyakuyala namafu ukuba anganisi phezu kwawo.

U-Isaya 55 : 13
13 Endaweni yameva kuyakumila umsayipuresi, endaweni yokhula kukhule umuthi wombomvana; kuyakuba yigama likaJehova, kube yisibonakaliso esiphakade esingayikunqunywa.

UHezekeli 2 : 6
6 Wena-ke, ndodana yomuntu, ungabesabi, ungawesabi amazwi abo, nakuba ukhula oluhlabayo nameva kukhona kuwe, uhlezi phakathi kwawofezela; ungawesabi amazwi abo, ungapheli amandla emehlweni abo, bayindlu edlubulundayo.

UHezekeli 28 : 24
24 Ngeke kusaba khona ikhakhasi elihlabayo noma iva elibuhlungu kuyo yonke indlu yakwa-Israyeli ababeyidelela; bazakwazi ukuthi ngiyiNkosi uJehova.

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *