Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Asa
1 Amakhosi 15 : 24
24 U-Asa wayeselala koyise, wembelwa koyise emzini kaDavide uyise; uJehoshafati indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe.
1 IziKronike 3 : 10
10 Indodana kaSolomoni kwakunguRehobowamu, indodana yakhe uAbhiya, indodana yakhe u-Asa, indodana yakhe uJehoshafati,
Mathewu 1 : 7
7 USolomoni wazala uRehobowamu; uRehobowamu wazala uAbhiya; uAbhiya wazala uAsa;
1 IziKronike 9 : 16
16 no-Obadiya indodana kaShemaya indodana kaGalali indodana kaJeduthuni noBeregiya indodana ka-Asa indodana ka-Elkana owayehlala emizini yamaNethofa.
Leave a Reply