Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo ama-nightclub
1 kaPetru 5 : 8 – 9
8 Zithibeni, niqaphe; ngokuba isitha senu uSathane, njengengonyama ebhongayo, siyahamba sifuna engamshwabadela;
9 melanani naye niqinile ekukholweni, nazi ukuthi zona lezi zinhlupheko ziyafezwa kubazalwane benu abasezweni.
Kwabase-Efesu 5 : 10
10 nihlola ukuthi kuyini okwamukelekayo eNkosini.
EkaJokobe 1 : 15
15 Khona lapho inkanuko isithathile, ibeletha isono;
EkaJokobe 4 : 7
7 Ngakho zehliseleni kuNkulunkulu. Melanani noSathane, khona uyakunibalekela;
KumaHeberu 13 : 4
4 Ukuganana makuhlonishwe yibo bonke, nombhede ungabi nasisihla, kepha izifebe neziphingi uNkulunkulu uyakuzahlulela.
Leave a Reply