Lithini iBhayibheli amaKhatholika – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana amaKhatholika

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo amaKhatholika

Mathewu 16 : 18 – 19
18 Nami ngithi kuwe: Wena unguPetru, phezu kwalelidwala ngiyakulakha ibandla lami; futhi amasango esihogo ngeke alinqobe.
19 Ngizakunika izihluthulelo zombuso wezulu, njalo loba yini ozayibopha emhlabeni izakuba kubotshiwe ezulwini, njalo loba yini ozayikhulula emhlabeni izakuba yinto ethukululiwe ezulwini.

Johane 20 : 19 – 24
19 Ngalolo suku kusihlwa, ngolokuqala lweviki, iminyango ivaliwe lapho ababebuthene khona abafundi ngokwesaba abaJuda, uJesu wafika wema phakathi kwabo, wathi kubo: “Ukuthula makube kinina.
20 Eseshilo lokho wababonisa izandla nohlangothi lwakhe. Khona-ke abafundi bajabula lapho bebona iNkosi.
21 Khona uJesu wabuye wathi kubo: “Ukuthula makube kinina, njengalokho uBaba engithumile, nami ngiyanithuma nina.
22 Esekushilo lokho wabaphefumulela, wathi kubo: “Yamukelani uMoya oNgcwele;
23 Enibathethelela izono zabo, bathethelelwe; lalabo enibabambayo izono zabo, zibanjiwe.
24 Kepha uTomase, omunye wabayishumi nambili, othiwa uDidimu, wayengekho kubo mhla efika uJesu.

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *