Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo amaketanga
EkaJuda 1 : 6
6 Nezingelosi ezingagcinanga isikhundla sazo sokuqala, kepha zashiya ikhaya lazo, uzigcinile ngamaketanga aphakade phansi kobumnyama kuze kube ngukwahlulelwa kosuku olukhulu.
2 kaPetru 2 : 4
4 Ngokuba uma uNkulunkulu engaziyekanga izingelosi ezonayo, kepha waziphonsa esihogweni, wazinikela emaketangeni obumnyama, zigcinelwe ukwahlulelwa;
1 kwabaseKorinte 15 : 55
55 Kufa, luphi udosi lwakho na? Thuna, kuphi ukunqoba kwakho na?
Leave a Reply