Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Amagquma, Phakade
UGenesise 49 : 26
26 Izibusiso zikayihlo zedlula izibusiso zabokhokho bami kuze kube semkhawulweni wezintaba zaphakade; ziyakuba sekhanda likaJosefa nasokhakhayini lwekhanda lalowo owahlukaniswa nabafowabo.
UHabakuki 3 : 6
6 Wema walinganisa umhlaba; izintaba zaphakade zahlakazwa, amagquma aphakade akhothama; izindlela zakhe ziphakade.
Leave a Reply