Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Amadokodo, uMkhosi we
UEksodusi 23 : 16
16 Nomkhosi wokuvuna, ulibo lwezisebenzi zenu enizihlwanyele ezweni, nomkhosi wokubutha osekupheleni konyaka, lapho nibutha umshikashika wenu ezweni.
UEksodusi 34 : 22
22 Kumelwe ugubhe umkhosi wamasonto, owolibo lwesivuno sikakolweni, nomkhosi wokubutha ekupheleni konyaka.
ULevitikusi 23 : 43
43 ukuze izizukulwane zenu zazi ukuthi ngabahlalisa abantwana bakoIsrayeli emadumbeni ekubakhupheni kwami elizweni leGibhithe; nginguJehova uNkulunkulu wenu.
UNumeri 29 : 40
40 UMose wabatshela abantwana bakwa-Israyeli, njengalokho uJehova emyalile uMose.
UDuteronomi 16 : 16
16 Kathathu ngomnyaka bonke abesilisa bakho bayakubonakala phambi kukaJehova uNkulunkulu wakho endaweni ayakuyikhetha; ngomkhosi wesinkwa esingenamvubelo, nangomkhosi wamasonto, nangomkhosi wamadokodo; bangabonakali phambi kukaJehova bengenalutho.
ULevitikusi 23 : 43
43 ukuze izizukulwane zenu zazi ukuthi ngabahlalisa abantwana bakoIsrayeli emadumbeni ekubakhupheni kwami elizweni leGibhithe; nginguJehova uNkulunkulu wenu.
UDuteronomi 31 : 12
12 Buthani abantu, amadoda, nabesifazane, nabantwana, nomfokazi osemasangweni enu, ukuba bezwe, bafunde, besabe uJehova uNkulunkulu wenu, bagcine ngokucophelela onke amazwi alo mthetho.
UNehemiya 8 : 18
18 Wafunda encwadini yomthetho kaNkulunkulu imihla ngemihla, kusukela osukwini lokuqala kwaze kwaba osukwini lokugcina. Bawenza umkhosi izinsuku eziyisikhombisa; kwathi ngosuku lwesishiyagalombili kwaba khona idili njengomthetho.
Ezra 3 : 4
4 Bagcina nomkhosi wamadokodo njengokulotshiweyo, banikela ngeminikelo yokushiswa imihla ngemihla njengenani, njengomthetho, njengemfanelo yosuku ngalunye;
UNehemiya 8 : 18
18 Wafunda encwadini yomthetho kaNkulunkulu imihla ngemihla, kusukela osukwini lokuqala kwaze kwaba osukwini lokugcina. Bawenza umkhosi izinsuku eziyisikhombisa; kwathi ngosuku lwesishiyagalombili kwaba khona idili njengomthetho.
Johane 7 : 2
2 Umkhosi wabaJuda wamadokodo wawususondele.
Johane 7 : 14
14 Umkhosi usuphakathi uJesu wenyukela ethempelini, wafundisa.
UNehemiya 8 : 17
17 Ibandla lonke lababebuyile ekuthunjweni lenza amadokodo, lahlala phansi kwamadokodo; ngoba kusukela emihleni kaJeshuwa indodana kaNuni kuze kube yilolosuku abantwana bakoIsrayeli kabakwenzanga lokho. Futhi kwakukhona injabulo enkulu.
UZakariya 14 : 19
19 Lokhu kuyoba yisijeziso seGibhithe nesijeziso sazo zonke izizwe ezingakhuphuki ukuyogubha umkhosi wamadokodo.
1 Amakhosi 12 : 33
33 Wanikela ngomhlatshelo e-altare alenzayo eBethele ngosuku lweshumi nanhlanu lwenyanga yesishiyagalombili, ngenyanga abeyicabangile kweyakhe inhliziyo; walungisela abantwana bakwa-Israyeli idili, walibeka e-altare, wanyusa impepho.
1 IziKronike 27 : 11
11 Owesishiyagalombili ngenyanga yesishiyagalombili kwakunguSibhegayi umHusha wamaSarigi; esigabeni sakhe kwakukhona izinkulungwane ezingamashumi amabili nane.
Leave a Reply