Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Alexander
Marku 15 : 21
21 Base becindezela odlulayo othile, uSimoni waseKhurene, evela endle, uyise ka-Aleksandru noRufu, ukuba athwale isiphambano sakhe.
IzEnzo 4 : 6
6 Kwabuthana u-Anase umpristi omkhulu, noKayafase, noJohane, no-Aleksandru, nabo bonke ababeyizihlobo zompristi omkhulu, babuthana eJerusalema.
IzEnzo 19 : 33
33 Basebekhipha uAleksandro exukwini, abaJuda bamqhubela phambili. U-Aleksandru waqhweba ngesandla, efuna ukuziphendulela kubantu.
1 kuThimothewu 1 : 20
20 okukubo ngoHimenewu noAleksandro; engibanikele kuSathane, ukuze bafunde ukuthi bangahlambalazi.
2 kuThimothewu 4 : 14
14 U-Aleksandru, umkhandi wethusi wangenza okubi okuningi; uJehova makamnike ngokwemisebenzi yakhe;
Leave a Reply