Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Ahiah
1 Samuweli 14 : 3
3 no-Ahiya, indodana ka-Ahithubi, umfowabo ka-Ikabodi, indodana kaFinehasi, indodana ka-Eli, umpristi kaJehova eShilo, enengubo yehlombe. Abantu babengazi ukuthi uJonathani uhambile.
1 Samuweli 14 : 18
18 USawule wayesethi ku-Ahiya: “Letha lapha umphongolo kaNkulunkulu. Ngoba umphongolo kaNkulunkulu wawukubantwana bakwa-Israyeli ngaleso sikhathi.
1 Amakhosi 4 : 3
3 o-Elihorefi no-Ahiya, amadodana kaSisa, ababhali; uJehoshafati, indodana ka-Ahiludi, umbusi.
1 IziKronike 8 : 7
7 UNahamani no-Ahiya noGera wabasusa, futhi waba nguyise ka-Uza no-Ahihudi.
Leave a Reply