Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Abi
2 Amakhosi 18 : 2
2 Wayeneminyaka engamashumi amabili nanhlanu ekuqaleni kwakhe ukubusa; wabusa iminyaka engamashumi amabili nesishiyagalolunye eJerusalema. Igama likanina lalingu-Abi, indodakazi kaZakariya.
2 IziKronike 29 : 1
1 UHezekiya waba yinkosi eneminyaka engamashumi amabili nanhlanu, wabusa iminyaka engamashumi amabili nesishiyagalolunye eJerusalema. Igama likanina lalingu-Abiya indodakazi kaZakariya.
Leave a Reply