Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo abesifazane bebhapathiza
1 kwabaseKorinte 14 : 34
34 Abesifazane benu mabathule emabandleni, ngokuba abavunyelwe ukukhuluma; kepha bayalwa ukuba balalele, njengokuba usho nomthetho.
1 kuThimothewu 2 : 12
12 Kepha angimvumeli owesifazane ukuba afundise, nokuba abuse phezu kwendoda, kodwa ukuba athule.
1 kuThimothewu 3 : 2
2 Ngakho umbhishobhi umelwe ukuba ngongasolekiyo, indoda emfazi munye, eqaphile, eqondileyo, eziphatha kahle, ephatha kahle izihambi, enekhono lokufundisa;
Leave a Reply