Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Abathwali
1 IziKronike 9 : 32
32 Abanye kubafowabo emadodaneni amaKohati babephethe izinkwa zokubukwa ukuze bazilungise isabatha ngamasabatha.
2 IziKronike 34 : 13
13 Babephethe abathwali bemithwalo, bengababonisi bonke abenza umsebenzi kunoma iyiphi inkonzo; kumaLevi kwakukhona ababhali nezikhulu nabalindisango.
2 IziKronike 35 : 15
15 Abahlabeleli, amadodana ka-Asafa, babesesikhundleni sabo ngokomyalo kaDavide, no-Asafa, noHemani, noJeduthuni, umboni wenkosi; nabalindisango balinda emasangweni onke; akufanele baphambuke emsebenzini wabo; kubafowabo amaLevi abalungisela bona.
1 IziKronike 9 : 27
27 Bachitha ubusuku bezungeza indlu kaNkulunkulu, ngokuba umyalo wawuphezu kwabo, ukuvulwa kwayo kwakuphezu kwabo njalo ekuseni.
2 IziKronike 23 : 4
4 Nansi into eniyakuyenza; ingxenye yesithathu yenu abangena ngesabatha, yabapristi namaLevi, iyakuba ngabalindisango;
2 IziKronike 23 : 5
5 Ingxenye yesithathu iyakuba sendlini yenkosi; nengxenye yesithathu esangweni lesisekelo, futhi bonke abantu bayakuba semagcekeni endlu kaJehova.
2 IziKronike 23 : 5
5 Ingxenye yesithathu iyakuba sendlini yenkosi; nengxenye yesithathu esangweni lesisekelo, futhi bonke abantu bayakuba semagcekeni endlu kaJehova.
UNehemiya 12 : 25
25 OMathaniya, noBakibukiya, no-Obadiya, noMeshulamu, noThalimoni, no-Akubi babengabagcini bamasango, begcina abalindi eminyango yamasango.
1 IziKronike 26 : 19
19 Lezi yizigaba zabalindisango phakathi kwabantwana bakwaKore nasemadodaneni kaMerari.
1 IziKronike 24 : 31
31 Nabo benza inkatho ngabafowabo, amadodana ka-Aroni, phambi kwenkosi uDavide, noSadoki, no-Ahimeleki, nezinhloko zezindlu zawoyise zabapristi namaLevi, izinhloko zawoyise zimelane nabafowabo abancane.
1 IziKronike 26 : 19
19 Lezi yizigaba zabalindisango phakathi kwabantwana bakwaKore nasemadodaneni kaMerari.
Leave a Reply