abantu abangashadile abahlala ndawonye

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo abantu abangashadile abahlala ndawonye

KumaHeberu 13 : 4
4 Ukuganana makuhlonishwe yibo bonke, nombhede ungabi nasisihla, kepha izifebe neziphingi uNkulunkulu uyakuzahlulela.

1 kwabaseKorinte 6 : 18
18 Balekelani ubufebe. Zonke izono azenzayo umuntu zingaphandle komzimba; kodwa owenza ubufebe wona owakhe umzimba.

1 kaJohane 3 : 4
4 Yilowo nalowo owenza isono weqa nomthetho, ngokuba isono singukweqa umthetho.

1 kwabaseKorinte 5 : 9
9 Ngalibhalela encwadini ukuthi lingahlangani leziphingi;

Luka 16 : 18
18 “Yilowo nalowo olahla umkakhe, aganwe ngomunye, uyaphinga;

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *