Lithini iBhayibheli abantu abangabongiyo – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana abantu abangabongiyo

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo abantu abangabongiyo

2 kuThimothewu 3 : 1 – 2
1 Yazi futhi lokhu ukuthi ezinsukwini zokugcina kuzakuvela izikhathi ezinzima.
2 Ngokuba abantu bayakuba ngabazithandayo, abahahayo, nabazidlayo, nabazidlayo, nabathukayo, nabangalaleli abazali, nabangabongiyo, nabangangcwele;

Luka 6 : 35 – 36
35 Kepha thandani izitha zenu, nenze okuhle, nitsheleke ningathembi lutho; umvuzo wenu uyakuba mkhulu, nibe-ngabantwana boPhezukonke, ngokuba yena unomusa kwabangabongiyo nababi.
36 Ngakho yibani-nesihawu, njengalokhu noYihlo enesihawu.

Kwabase-Efesu 4 : 31 – 2

KwabaseFilipi 3 : 10 – 13
10 ukuze ngimazi yena, namandla okuvuka kwakhe, nokuhlanganyela ezinhluphekweni zakhe, ngifaniswe nokufa kwakhe;
11 uba mhlawumbe ngifinyelele ekuvukeni kwabafileyo.
12 Kungabi njengokuba sengikutholile, noma sengiphelele, kodwa ngiphuthuma ukuba ngikubambe lokho nami engibanjelwe kona nguKristu Jesu.
13 Bazalwane, angisho ukuthi mina uqobo sengikubambile, kodwa kunye engikwenzayo, ngikhohlwa okungasemuva, ngizelulela kokungaphambili;

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *