abangakholwa

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo abangakholwa

2 kwabaseKorinte 6 : 14 – 18
14 Maningaboshelwa ejokeni linye nabangakholwayo; ngokuba kunakuhlanganyela kuni ukulunga nokungalungi na? Kunakuhlanganyela kuni ukukhanya nobumnyama na?
15 UKristu unakuvumelana kuni noBeliyali na? Unasabelo sini okholwayo nongakholwayo na?
16 Futhi linakuvumelana kuni ithempeli likaNkulunkulu nezithombe na? ngokuba nina niyithempeli likaNkulunkulu ophilayo; njengalokhu uNkulunkulu eshilo ukuthi: Ngiyakuhlala phakathi kwabo, ngihambe phakathi kwabo; ngizakuba nguNkulunkulu wabo, bona babe ngabantu bami.
17 Ngalokho phumani phakathi kwabo, nahlukane nabo, isho iNkosi, ningathinti okungcolileyo; futhi ngizokwamukela,
18 Njalo ngizakuba nguYihlo, lina lizakuba ngamadodana lamadodakazi ami, itsho iNkosi uSomandla.

2 kwabaseKorinte 6 : 14
14 Maningaboshelwa ejokeni linye nabangakholwayo; ngokuba kunakuhlanganyela kuni ukulunga nokungalungi na? Kunakuhlanganyela kuni ukukhanya nobumnyama na?

1 kwabaseKorinte 5 : 9 – 13
9 Ngalibhalela encwadini ukuthi lingahlangani leziphingi;
10 Kodwa kungeyisikho kanye leziphingi zalumhlaba, kumbe labahahayo, labaphangi, loba abakhonza izithombe; ngokuba uma kunjalo nimelwe ukuphuma emhlabeni.
11 Kodwa khathesi-ke ngilibhalela ukuthi lingahlangani loba ngubani othiwa ungumzalwane eyisifebe, kumbe isihwaba, kumbe okhonza izithombe, kumbe isithuki, kumbe isidakwa, kumbe umphangi; onjalo lingadli.
12 Ngokuba nginamsebenzi muni ukuba ngahlulele nabangaphandle na? Anibahluleli yini abangaphakathi na?
13 Kodwa uNkulunkulu uyabahlulela abangaphandle. Ngakho susani phakathi kwenu lowomuntu omubi.

1 kuThimothewu 5 : 8
8 Kepha uma umuntu engabondli abakhe, ikakhulu abendlu yakhe, ukulahlile ukukholwa, mubi kunongakholwayo.

Izaga zikaSolomoni 24 : 20
20 Ngokuba ababi abayikuba namvuzo; isibani sababi siyakucinywa.

Kwabase-Efesu 4 : 18
18 Benziwe mnyama ukuqonda, behlukanisiwe nokuphila kukaNkulunkulu ngokungazi okukubo, ngenxa yobumpumputhe benhliziyo yabo;

KwabaseRoma 1 : 20
20 Ngokuba okungabonwayo kwakhe, amandla akhe aphakade nobuNkulunkulu bakhe kubonakala kwasekudalweni kwezwe, kuqondakala ngezenzo zakhe; ukuze bangabi lezaba;

KwabaseRoma 6 : 23
23 Ngokuba inkokhelo yesono ingukufa; kodwa isipho somusa sikaNkulunkulu singukuphila okuphakade kuKristu Jesu iNkosi yethu.

Luka 10 : 30 – 37
30 Jesu a araba, a re: “Monna e mong o ne a theohile Jerusalema a ya Jeriko, mme a wela hara dinokwane, tsa mo hlobodisa, tsa mo ntsha maqeba, tsa tloha, tsa mo siya a le makhatheng a ho shwa.
31 Ha etsahala hore moprista e mong a theohe ka tsela eo, mme yare ha a mmona, a mo kwela.
32 Le Molevi le eena, ha a fihla sebakeng seo, a tla me a mo talima, a mo tšelela ka mose oane.
33 Empa Mosamaria e mong ya neng a eta, a fihla moo a neng a le teng, mme ha a mmona, a mo utlwela bohloko.
34 A tla ho yena, a tlamisa maqeba a hae, a a tshela ka ole le ka veine, mme a mo palamisa pelesa ya hae, a mo isa tlung ya baeti, mme a mo oka.
35 Ka hosasane, ha a tloha, a ntsha didenari tse pedi, a di nea monga ntlo, a re ho yena: Mo hlokomele; mme seo o tla se ntsha ho feta moo, ke tla o buseletsa mohla ke kgutlang.
36 Ke ofe ho ba bararo bao, eo o nahanang hore e ne e le wa habo ya wetsweng hara mashodu?
37 A re: Ke ya mo etseditseng mohau. Yaba Jesu o re ho yena: Eya, o etse jwalo le wena.

Johane 14 : 15
15 Uma ningithanda, gcinani imiyalo yami.

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *