Abakwa-Ishmayeli

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Abakwa-Ishmayeli

UGenesise 25 : 18
18 Bahlala-ke kusukela eHawila kuze kube seSuri eliphambi kweGibhithe, ekuqhubekeni kwenu ukuya eAsiriya; wafa phambi kwabafowabo bonke.

UGenesise 37 : 36
36 AbakwaMidiyani bamthengisa eGibithe kuPotifari, isikhulu sikaFaro, induna yabalindi.

UGenesise 39 : 1
1 UJosefa wehliselwa eGibithe; uPotifari, inceku kaFaro, induna yabalindi, umGibithe, wamthenga esandleni sabakwa-Ishmayeli ababemehlisele khona.

UGenesise 37 : 28
28 Kwase kudlula abathengi bakwaMidiyani; bamkhipha uJosefa emgodini, bakhuphula uJosefa, bathengisa ngoJosefa kuma-Ishmayeli ngamashekeli angamashumi amabili esiliva; bamyisa uJosefa eGibithe.

UGenesise 37 : 36
36 AbakwaMidiyani bamthengisa eGibithe kuPotifari, isikhulu sikaFaro, induna yabalindi.

Abahluleli 8 : 24
24 UGideyoni wasesithi kubo: Ngizacela isicelo kini ukuthi linginike, ngulowo lalowo ecicini lempango yakhe. (Ngokuba babenamacici egolide, ngokuba babengama-Ishmayeli.)

Abahluleli 8 : 26
26 Isisindo samacici egolide awawacelayo sasingamashekeli ayinkulungwane namakhulu ayisikhombisa egolide; ngaphandle kwemihlobiso, namakholomu, nezingubo ezibubende ezaziphezu kwamakhosi akwaMidiyani, namaketanga asezintanyeni zamakamela awo.

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *