Lithini iBhayibheli UNkulunkulu uyathethelela – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana UNkulunkulu uyathethelela

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo UNkulunkulu uyathethelela

1 kaJohane 1 : 9
9 Uma sizivuma izono zethu, uthembekile, ulungile, ukuba asithethelele izono, asihlambulule kukho konke ukungalungi.

EkaJokobe 5 : 16
16 Vumani izono omunye komunye, nikhulekelane ukuba niphulukiswe. Umkhuleko wolungileyo unamandla amakhulu.

KwabaseRoma 8 : 1
1 Ngakho-ke akusekho ukulahlwa kwabakuKristu Jesu, abangahambi ngokwenyama kodwa ngokukaMoya.

2 kuThimothewu 3 : 16
16 Yonke imibhalo iphefumulelwe nguNkulunkulu, ilungele ukufundisa, nokusola, nokuqondisa, nokuyala ekulungeni;

2 kwabaseKorinte 5 : 21
21 Ngokuba yena ongasazi isono wamenza isono esikhundleni sethu; ukuze senziwe ukulunga kukaNkulunkulu kuye.

Johane 4 : 24
24 UNkulunkulu unguMoya; abakhuleka kuye bamelwe ukukhuleka ngomoya nangeqiniso.

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *