Lithini iBhayibheli umzwelo – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana umzwelo

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo umzwelo

Izaga zikaSolomoni 29 : 11
11 Isiwula siyakukhuluma konke ukuqonda kwaso, kepha ohlakaniphileyo uyakulonda kuze kube sekupheleni.

KwabaseFilipi 4 : 6 – 7
6 Ningakhathazeki ngalutho; kodwa kukho konke izicelo zenu mazaziwe nguNkulunkulu ngokukhuleka nokunxusa kanye nokubonga.
7 Ukuthula kukaNkulunkulu okudlula ukuqonda konke kuyakulondoloza izinhliziyo zenu nemicabango yenu kuKristu Jesu.

KwabaseFilipi 4 : 13
13 Ngingakwenza konke ngaye ongiqinisayo.

Mathewu 18 : 15 – 17
15 Futhi uma umfowenu ona kuwe, hamba umsole ninodwa naye; uma ekuzwa, umzuzile umfowenu.
16 Kodwa uma engakulaleli, thatha kanye nawe oyedwa noma ababili, ukuze ngomlomo wawofakazi ababili noma abathathu wonke amazwi aqiniswe.
17 Uma engasezwa, tshela ibandla;

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *