Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo iHarosheti
Abahluleli 4 : 2
2 UJehova wabathengisa esandleni sikaJabini inkosi yaseKhanani, owayebusa eHasori; induna yakhe kwakunguSisera, owayehlala eHaroshethi labezizwe.
Abahluleli 4 : 13
13 USisera wabutha zonke izinqola zakhe, izinqola zensimbi ezingamakhulu ayisishiyagalolunye, nabo bonke abantu ababenaye, kusukela eHarosheti labezizwe kuze kufike emfuleni iKishoni.
Abahluleli 4 : 16
16 Kepha uBaraki waxosha izinqola nempi kwaze kwaba seHarosheti labezizwe, yonke impi kaSisera yawa ngosiko lwenkemba; akwasala muntu.
Leave a Reply