Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Igwababa
Izaga zikaSolomoni 30 : 17
17 Iso eliklolodela uyise nelidelela ukulalela unina, amagwababa asesigodini ayakulihlwitha, amazinyane okhozi alidle.
Isihlabelelelo Sezihlabelelo 5 : 11
11 Ikhanda lakhe linjengegolide elicwengekileyo, izihluthu zakhe zimnyama, zimnyama njengegwababa.
ULevitikusi 11 : 15
15 negwababa ngezinhlobo zalo;
UDuteronomi 14 : 14
14 negwababa ngezinhlobo zalo,
UGenesise 8 : 7
7 Wathuma igwababa lazulazula, aze asha amanzi emhlabeni.
1 Amakhosi 17 : 6
6 Amagwababa amlethela isinkwa nenyama ekuseni, nesinkwa nenyama kusihlwa; waphuza emfuleni.
Luka 12 : 24
24 Bhekani amagwababa, ngokuba awahlwanyeli, awavuni; elingenazinqolobane nanqolobane; uNkulunkulu uyazondla; nina nizidlula kangakanani izinyoni na?
Leave a Reply