Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo iGetsemane
Mathewu 26 : 50
50 UJesu wathi kuye: “Mngane, uze ngani na? Base besondela, babeka izandla kuJesu, bambamba.
Marku 14 : 46
46 Basebebeka izandla phezu kwakhe, bambamba.
Luka 22 : 49
49 Labo ababemphahlile bebona okuzakwenzeka, bathi kuye: Nkosi, sigadle ngenkemba yini?
Johane 18 : 2
2 UJudasi owamkhaphelayo naye wayeyazi leyo ndawo, ngokuba uJesu wayevame ukubuthana khona nabafundi bakhe.
Leave a Reply