Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo ibhubesi
IsAmbulo 5 : 5
5 Omunye wamalunga wathi kimi: “Ungakhali; bheka, inqobile iNgonyama yesizwe sakwaJuda, iMpande kaDavide, ukuvula incwadi nokuthukulula izimpawu zayo eziyisikhombisa.
1 kaPetru 5 : 8
8 Zithibeni, niqaphe; ngokuba isitha senu uSathane, njengengonyama ebhongayo, siyahamba sifuna engamshwabadela;
Amahubo 34 : 10
10 Amabhongo ezingonyama ayaswela, alambe; kepha abafuna uJehova abayikuswela lutho oluhle.
Leave a Reply